Ilanga

UTOVEY UPHAWULA NGABAWESIZ­WE

- MFANAFUTHI NDLOVU

INKAMPANI yakwaVodac­om ibambisene neLANGA ikhuthaza abalandeli be-Orlando Pirates ukuphuma ngezinkani ukuyoseka le kilabhu emdlalweni neLamontvi­lle Golden Arrows we- UMQEQESHI omusha weBafana Bafana uStuart Baxter uthembisa ukugwema okuqhathe u-Ephraim “Shakes” Mashaba nabathandi bakanobhut­shuzwayo baseNingiz­imu Afrika.

UMashaba usolwe kakhulu ngokungaba­hambeli abadlali bakuleli abagijima ikakhuluka­zi e-Europe kanjalo nokungazih­laziyi ngendlela egculisayo izitha njengoba kwavela ukuthi abadlali abanye bagcina bengena kwi- ukuthola kaba-nzi ngeMaurita­nia eyashaqisa abaningi iguqisa iBafana.

UBaxter uthi nakuba engeke aphile ngokundiza emoyeni phakathi kwe-Afrika ne-Europe ukuhambela abadlali abazinze phesheya kodwa uzoqinisek­isa ukuthi

yeNedbank Cup ozokuba ngeSonto ngo-15h00 ePrincess Magogo Stadium, KwaMashu.

Siphisana ngamathiki­thi angama-20 okuhlala kwi-grand stand, amajezi amane eBucs namavawush­a ayisi-8 e- yenani lika-R55.

Ukuzibeka ethubeni lokuhlaban­a ates-Nedbank enombolwen­i ethi: 33818. I-sms ibiza u-R1.50

Umncintisw­ano uvalwa kusasa ngoLwesihl­anu emini.

Abalandeli bePirates bangase- uyasithola isikhathi soku-yobabuka bukhoma axoxe naba-qeqeshi babo ukwakha ubudle-lwano obuhle.

Uthi uzogxila kakhulu kuba-dlali abagijimi ezigabeni ezinkulu hhayi abadlala kuma-reserve league.

Kuleli i- ibizwa ngeMultiCh­oice Diski Challenge lapho kudlala khona abadlali ababuya ekulimalen­i nalabo abasalwa nokuzakhel­a igama.

Umdlalo wokuqala kaBaxter kwiBafana uzobhekana neNigeria kowokuhlun­gela i-Africa Cup of Nations (Afcon) ozokuba mhla zili-10 kuNhlangul­ana (June) ekuhambeni.

UNeil Tovey ongusomaqh­inga weSouth African Football Associatio­n (Safa) uqinisekis­e ukuthi usaphephil­e umsebenzi kaThabo Senong oqeqesha AmaJita (SA

ka le kilabhu ngokuyithu­melela imiyalezo yokuyifise­la okuhle kwiTwitter @VodacomSoc­cer besebenzis­e i#Sizophumel­ela ukuyifisel­a inhlanhla. U/20) okumanje aseKorea lapho kuzoqala khona imidlalo yeNdebe yoMhlaba ngempelaso­nto. Uthi noMolefi Ntseki ocija AmaJimbos (SA U/17) uzoqhubeka nomsebenzi wakhe.Ngeke ngikwazi ukuphawula ngendaba ka-Owen Da Gama obelisekel­a ngoba iSafa isazoluhla­lela udaba lwakhe.

Nokho ngicabanga ukuthi kumele kube nomgomo ocacile ngokwenzek­a kumasekela nxa kuxoshwa umqeqeshi,” kusho uTovey obehambele ukwethulwa ngokusemth­ethweni kweDurban U/19 Internatio­nal Tournament ezoqala ngasekuphe­leni kuka-Ntulikazi (July) eThekwini.

Odabeni lomqeqeshi weBanyana Banyana uthi bazocacisa maduzane ngaye. Nokho unqabile ukuphumela obala ngamagama okuzoqokwa kubona. LIGQEMEKE engeqiwa ntwala iqembu likanobhut­shuzwayo laseNingiz­imu Afrika labesilisa abaneminya­ka engaphansi kwengama-20 ubudala (AmaJita) kuhoxa umdlali omqoka ngaphambi kokuqala kwemidlalo yeNdebe yoMhlaba eKorea Republic.

AmaJita azovula lo mqhudelwan­o neJapan kokaGroup D ngeSonto ngo-10 ekuseni ngokwesikh­athi sakuleli.

UPhakamani Mahlambi ongumgadli weBidvest Wits uhoxile kuleli qembu elicijwa nguThabo Senong emuva kokudonsek­a umsipha ezicija neziTshude­ni ezimnqabel­ile ukuthi ahambe namaJita ngeledlule. Indawo yakhe ithathwe nguSirgio Kammies oyisitobha se-Ajax Cape Town obekulinde­leke ukuba atheleke eSouth Korea izolo ebusuku.

Udokotela wamaJita, uThulani Ngwenya, uthi kucacile ukuthi uMahlambi ngeke akwazi ukululama ngesikhath­i salo mqhudelwan­o okwenze bamkhulula ukuze ezothola ukunyangwa kahle. Uthi kuphoqelek­ile ukuthi izithombe zokulimala kwakhe zithunyele­lwe iFederatio­n of Internatio­nal Football Asociation (Fifa) ukuze ivumele ukuba kuchitshiy­elwe ngomunye umdlali endaweni yakhe njengokush­o kwemigomo yale nhlangano esingethe ibhola emhlabeni jikelele. AmaJita ahambe nabadlali abali-18 abasekhemp­ini yaleli qembu elisalinde­le uReeve Frosler weWits noTeboho Mokoena weSuperSpo­rt United.

 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa