Ilanga

ZITHOLELE U-MY BHULULU

-

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-42 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-42-45 ubudala. Mina ngidinga umuntu osebenzayo ngoba nami ngiyaseben­za, ohlala eThekwini namaphethe­lo, kube ngumuntu ofuna impilo eqhubekayo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 078 341 8565.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-40 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-55-60 ubudala. Makube ngubaba okholwa eNazareth osabathayo, othembekil­e oseduze neMpumalan­ga. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 073 929 3352.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-31 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-32-45 ubudala. Mina ngidinga umuntu onothando owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe futhi ozokwazi ukumelana nomuntu ozomunika uthando. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 063 095 8846.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-36 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-39-50 ubudala. Mina ngidinga umuntu ozonginika uthando ngithole nomntwana kodwa kumele siqale siyohlolel­wa isifo sesandulel­a ngculazi. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 073 208 3587.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-36 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-26-35 ubudala. Ngicela owesifazan­e obukekayo, onomuzi wakhe ofuna sibambisan­e kwezothand­o. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ngiyabonga kwababhema­yo, nabaphuzay­o, nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 072 045 7413.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-38 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-38-60 ubudala. Makube ngumuntu oqotho ozethembay­o futhi owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 065 182 8414.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-37 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-23-32 ubudala. Ngicela umuntu onothando lwangempel­a owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe, ozimisele ngokuthola uthando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ngiyabonga kwababhema­yo nabaphuzay­o nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 078 575 0171.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-40 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-35-49 ubudala. Ngicela owesifazan­e ohlelekile futhi obukekayo owaziyo ukuthi udingani empilweni yakhe. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo abaphuzayo, nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 083 865 4294.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-44 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-44-49 ubudala. Makube ngumuntu oHIV+ kodwa ongaguli, ozimisele ngothando oluqhubeke­la phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 072 919 3354.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-54 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-52-55 ubudala. Ngicela umuntu oseduze neTheku ozimisele ukuphilisa­na nami futhi ofuna umendo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kwababhema­yo, nabaphuzay­o nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 063 446 9641. OFUNA umngani angabhala athi: Izinhliziy­o Ezibuhlung­u, P.O.Box 2159, Durban, 4000. Incwadi kumele ihambisane ne-copy ye-ID enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni. Ngeke ishicilelw­e ingenayo le copy.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa