#MY BHULULU
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-35 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-35-40 ubudala. Ngicela umuntu ozimisele ngokuphila nomunye wesifazane. Makube ngumuntu obukekayo, ozithandayo futhi onothando lweqiniso. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholakala kwethi: 073 709 6645
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama-44 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-32-36 ubudala. Makube ngumuntu ozethembayo futhi onothando ngoba nami nginothando lweqiniso. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 063 512 3953.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama-38 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-30-38 ubudala. Makube ngumuntu owaziyo ukuthi udingani empilweni yakhe, ozimisele ngokuba ngunkosikazi womuzi ngoba sengizimisele ngokuthatha. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 064 918 1570.
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-44 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama44-50 ubudala. Ngicela umuntu odinga uthando futhi naye ozimisele ngokunginika uthando, sengikhathele wukudlala. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholakala kwethi: 064 434 0219.
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-48 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama50-60 ubudala. Ngicela umuntu oHIV+ kodwa ongaguli, makube ngonothando futhi ozimisele ngokunginikeza uthando. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholakala kwethi: 071 205 4609.
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-47 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama47-50 ubudala. Mina ngashonelwa ngumyeni kanti kanginabo abantwana. Ngicela oHIV+ kodwa ongaguli. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholakala kwethi: 083 674 9304.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama-31 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-20-38 ubudala. Makube ngumuntu okulungele ukuyohlola igazi, omesabayo uNkulunkulu, onesimilo futhi olindele uthando lweqiniso. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 071 074 7998.
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-36 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama31-43 ubudala. Ngicela umuntu oHIV+ kodwa ongaguli, ozimisele ngenqubekela phambili nokwakha umuzi. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholakala kwethi: 063 611 8874.
*NGINGOWESILISA oneminyaka engama48 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-45-55 ubudala. Makube ngumuntu ozimisele ngempilo eya phambili, onenhlonipho nesizotha. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 079 396 7759.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama-42 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-20-47 ubudala. Makube ngumuntu odinga uthando lweqiniso. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 072 091 3669.