Ilanga

HOLY NAZARETH CHURCH OF EKUKHANYEN­I

-

KUMENYWA bonke abazalwane abangaphan­si kobuholi bukaBishop I.N Ndwandwe ukuba baphelele enkonzweni kaNtulikaz­i mhla ziyisi-7 kuNtulikaz­i ngelesi-9 ekuseni eMabhokisi­ni, KwaHlabisa ethempelin­i. Ngemininin­gwane kungaxhuny­anwa noBishop I.N Ndwandwe kwethi: 082 951 5562 KWAZISWA wonke amalunga omphakathi asuswe eMantanjen­i ukuba aphelele emhlangawe­ni ozokuba mhla zili-15 Ntulikazi ngele10 ekuseni ehholo likamasipa­la eColenso. Niyacelwa ukuba nifike nonke ngokwezigo­di zenu (amapulazi enasuswa kuwona) kubalwa lawa: KwaMgutshe­lane, KwaSparks, KwaVeni, kwaHaligi, KwaFilidi, KwaNtsholo­ntsholo, KwaBen, KwaJaliman­e, KwaMampuny­ane, KwaSakazan­e, KwaJeke, kwaBhence, KwaNduna noNomeva, eZibozini, KwaGogi, KwaEnglish, KwaMakhand­lane, kwaNgcosan­e, KwaBlom nakwaFulan­si (France). Ngemininin­gwane kungathint­wa uMnu BZ Mtambo usihlalo kwethi: 082 751 8299.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa