# MY BHULULU
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-37 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama45-50 ubudala. Ngidinga umuntu othembekile, ozithandayo nosedinga unkosikazi. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholakala kwethi: 060 878 4066.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama30 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka eyi-18-24 ubudala. Makube ngumuntu wasemakhaya, ngifuna umuntu obekezelayo, ongenalo iconsi futhi ohloniphayo. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 061 025 4508.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama45 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-30-48 ubudala. Makube ngumuntu oyisidudla esime kahle, osebenzayo ngoba nami ngiyasebenza ukuze kuzolunga umuzi. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 083 548 0696.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama46 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu onenhlonipho, obukekayo futhi ozimisele ngokwakha umuzi. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 078 884 3605.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama-46 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu odinga uthando lweqiniso, ozimisele ngempilo eya phambili. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 072 493 6871.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama29 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka eyi-19-29 ubudala. Makube ngumuntu o-gay kodwa ozifihlile, owaziyo ukuthi udingani empilweni yakhe ngoba mina ngizimisele ngokumnika uthando. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 078 122 3779.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama39 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka eyi-16-29 ubudala. Makube ngumuntu onothando lweqiniso futhi ozimisele ngempilo eya phambili. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 072 632 5945.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama40 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-35-37 ubudala. Makube ngumuntu oHIV+, ozimisele ngomshado, onengane noma ezimbili azikhulisa yedwa. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo, nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 078 641 5646.
* NGINGOWESILISA oneminyaka engama41 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesifazane oneminyaka engama-26-30 ubudala. Makube ngumuntu onothando lweqiniso, akaxole ongakwazi ukuhlonipha ngoba mina ngiyathanda ukuba kuhlonishwane othandweni. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemajele. Ngitholakala kwethi: 073 394 3298.
* NGINGOWESIFAZANE oneminyaka engama-43 ubudala, ngidinga ukuxhunyaniswa nowesilisa oneminyaka engama47-55 ubudala. Mina ngicela kube ngumuntu oHIV+ kodwa ongaguli, owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngiyaxolisa kwabadlalayo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholakala kwethi: 072 898 1582.