THE NEW NKANYEZI CHURCH
KWAZISWA abazalwane baleli bandla eliholwa ngu-Archbishop B. Bhengu ngenkonzo yalo yomama ezokuba segatsheni lalo kwaMengameli S Mayisa. Le nkonzo izokwenzelwa kwamama Dladla ngoMgqibelo ngelesi-9 kusihlwa. Ngemininingwane shayela kwethi: 073 521 1534.