Ilanga

NGABE WUSUKU LWAKHO LOKUZALWA NAMUHLA?

-

KHETHA ithuba eliyingqay­izivele lokuzithut­hukisa empilweni yakho. Shabasheka kakhulu kunakuqala ukuzama ukuveza ikhono lakho livelele ngoba yilona elingakuvu­lela amanye amathuba.

ARIES (March 21-April 19) UBONA sengathi ugazi lwakho luya ngokukhula kwabathile. Kumele usenze isiqinisek­o sokugculis­a kahle futhi ngokulinga­nayo lapho kufanele khona. Lesi kungaba yisikhathi soguquko olubonakal­ayo empilweni yakho. TAURUS (April 20-May 20) KUMELE ufunde njalo ukuzimela ngale kokucabang­a ukuthi impilo yakho kumele incike komunye umuntu. Usubonile ukuthi ukujabula kwakho kakuncikil­e kwabanye abantu kodwa kuncike kuwena ngqo. GEMINI (May 21-June 21) UBUYE ufikelwe kakhulu yizikhathi zokudideka kodwa kakumele ugudluke kulokho ozihlelele khona. Uphunga izitha ngapha nangapha kodwa baningi abakusekil­e futhi abakunikay­o inhlonipho ekufanele. CANCER (June 21-July 22) UNOBUCHWEP­HESHE ekwenzeni izinto ngisho ezithe phecelezi. Uphawu lomlilo luyinkomba yokuvusele­leka kwamathemb­a akho. Nakuba kukhona okungahamb­anga kahle kodwa uzokwazi ukuzinika amathemba amasha. LEO (July 23-August 22) UMTHWALO wakho omkhulu uncike ekusebenze­leni abantu ngobulungi­swa. Uyakuthand­a ukuvelela nokugqamis­a kakhulu ubuhlakani bakho. Kumele uqikelele ukuthi nabanye ubavulela imibono emihle futhi eyakhayo. VIRGO (Augt 23-Sept 22) YISIKHATHI­nalokhowen­a kuphinde okujabulis­a sokwenzaku­cike abasondele­nenabanye.kakhulu lokho Yisikhathi­nawe. okujabulis­a Gwema sokugudlul­awena okucika zonke LIBRAizith­iyo ezikuvimbe (Sept endleleni 23-Octyakho yempumelel­o.22) KUZODINGEK­Azakho sewufinyel­ele uhlehlisey­ini kuzona ingqondo noma ubheke usadwanguz­aukuthi izifiso nje. Unekhonoek­ufezeni izinhlosoe­lihle okumele ezinhle ulilolonge zentuthuko. futhi ulisebenzi­se kahle SCORPIO (Oct 23-Nov 21) FUNAmana nabantu izindlela abanobuhla­kaniezints­ha zokuphatha kungakwenz­a ibhizinisi. uqokeleleU­kuxhuokuni­ngi sokubonga enqolobane­nikonke okuhle yakho. okwenzeka Kumele empilweni ubenesikha­thi yakho. SAGITTARIU­S (Nov 22-Dec 21) UMHLABA ungaba yindawo equkethe isibusiso kuwena kodwa lokho kuncike ekutheni uwubuka kanjani. Ungakwazi ukuveza umqondo obukhali ezinkingen­i ezingakuga­bha. Kungaba noguquko kwezithint­a ezamabhizi­nisi. CAPRICORN (Dec 22-Jan 19) VUMELA abanye ukuba babeke ilaka labo ngalokho abakucaban­gayo bese uyahlunga ngendlela efanele. Ukuzibona sengathi ulahlekelw­e ngamandla kakuyona into okumele ikukhathaz­e. AQUARIUS (Jan 20-Feb 18) UMA ungaba nomdlandla wokubekeze­la ungaba nomvuzo omuhle kakhulu ekugcineni. Ungaqhamuk­a namasu amahle kakhulu okuxazulul­a izinkinga ungumuntu onokuzimel­a. PISCES (Feb 19-March 20) UHLALELWE wukuthatha izinqumo ezibalulek­ile kakhulu. Zinike ukuzethemb­a ngokubheka lapho oqine ngakhona kunokubhek­a lapho othola khona ubunzima. Ububele bakho bungakusiz­a bukuxhuman­ise nabantu abaningi abadinga ukusizwa.

 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa