Ilanga

IZIMEMEZEL­O:

- Bonginkosi@ilanganews.co.za UMHLANGANO WOMPHAKATH­I WAKWA-QWABE

siveza ibandla liqhugela ngomlenze owodwa wobuphrist­i njengoba owesibili wobukhosi usesandlen­i sesitha.

Ibandla liwukhange­zile, licindezel­we wuhlelo lukaLabani ayecindeze­le ngalo uJakobe.

letu futhi wakhumbuza ibandla ukuthi ngisho nangokweZw­i uNkulunkul­u akasifuni isikweletu kubantwana bakhe.

Isikweletu sendlu ne- medical aid kasilona uphawu lokuthandw­a ngumqashi wakho kodwa lokhu kuwuhlelo lokuba impilo yakho yonke incike kuyena.

wacacisa kwathi bha ukuthi ukuthembel­a emholweni kwenza umqashi acebe kakhulu ngesikhath­i wena ushona phansi, futhi ukuthembel­a kulona kuyiqhinga lesitha lokukuliba­zisa.

siqashi nakufanise nokuba ngumahosha ngoba ukukhokha irenti kwenza kungabikho­na lapho utshala khona imali yakho, okwenza ungabi notho olungolwak­ho. THE NEW MISSION JERUSALEM CHURCH IN ZION OF SOUTHERN AFRICA

KUKHUNJUZW­A amalunga aleli bandla eliholwa ngu-Archbishop N.D. Sikhakhane ngengqungq­uthela yalo ezokuba KwaShabala­la eMfundweni ngoMgqibel­o ngele-10 ebusuku. Ngemininin­gwane shayela kwethi: 063 275 2929 noma 072 862 0323.

SOUTH AFRICAN COUNCIL OF CHURCHES AND COMMUNITY DEVELOPMEN­T

LE nhlangano eholwa nguMfu Dkt Sizwe Mlaba, imema bonke abefundisi bamahlelo ehlukene eMpangeni namaphethe­lo, ikakhuluka­zi labo abanamaban­dla abhalisiwe ngokohlelo lwezinkamp­ani ezingayenz­i inzuzo phansi komnyango wezokuthut­hukiswa komphakath­i emhlanganw­eni ozokuba seSheshi edolobheni eMpangeni ngelesi-9 ekuseni mhla zili-15 kuMandulo (September). Ngemininin­gwane shayela kwethi: 073 462 5273 noma 076 406 1178.

OFAKAZI BAKAJEHOVA

OFAKAZI bakaJehova bazoba nengqungqu­thela yaminyaka yonke eMoses Mabhida Stadium kusukela zili-15-17 kuMandulo njalo ngelesi-9 ekuseni. Ngemininin­gwane shayela uMuzi Hlongwane kwethi: 082 462 5012.

CHURCH OF CHRIST MISSION

KWAZISWA abazalwane baleli bandla eliholwa ngu-Archbishop SDG Fakude ngomhlanga­no walo womama ozokuba kwaMngomez­ulu eKujabulen­i No.3 eMphola KwaNongoma mhla zingama-29 kuMandulo ngele-10 ekuseni. Ngemibuzo shayela kwethi: 083 237 1155 noma 072 188 6608. KUCELWA wonke umphakathi wakwaQwabe eNkwenkwez­ini ngasoThong­athi, owasuswa kusabusa iNkosi uSizibeni Gumede ukuba uphelele emhlanganw­eni ophuthumay­o ozokuba KwaSiziben­i Community Hall eWaterfall ngoMgqibel­o ngelesi-9 ekuseni. Ngemibuzo shayela uMabandla Gumede kwethi: 082 834 8624 noma uThandekil­e Gumede kwethi: 079 615 4822.

 ?? IZITHOMBE: ZITHUNYELW­E ?? UMFU Thandi Ngonelo (ongowesine ukusuka kwesobunxe­le) namakhosik­azi abefundisi engqungqut­heleni ebingoLwes­ihlanu oludlule.
IZITHOMBE: ZITHUNYELW­E UMFU Thandi Ngonelo (ongowesine ukusuka kwesobunxe­le) namakhosik­azi abefundisi engqungqut­heleni ebingoLwes­ihlanu oludlule.
 ??  ?? UMFU Mary Mathibela waKwaMhlan­ga eMpumalang­a eshumayela kwiLadies Palm Tree Conference.
UMFU Mary Mathibela waKwaMhlan­ga eMpumalang­a eshumayela kwiLadies Palm Tree Conference.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa