Ilanga

MAHLE FUTHI MABI AMASELULA EZIKOLENI

-

MA HLE mabi ama- cellphone ezikoleni. Ngokomthet­ho kakuvumele­kile ukuba abantwana basebenzis­e o m akha l ekhukhwini ngesikhath­i sesikole.

Siyakwesek­a lokho ngenxa yokuthi siyawuqond­a umthelela ongemuhle angaba nawo ebantwanen­i. Asikungaba­zi ukuthi ama- cell

phone emakilasin­i angadala ukuphazami­seka, hhayi kulowo oyiphethe kuphela kodwa nakwabanye abafundi kanye nakothisha imbala. Nokho wona lawa ma- cellphone esingayese­ki indaba yokuba asetshenzi­swe ngezikhath­i zokufunda asekhombis­e ukuba wusizo ngesinye isikhathi.

Asesivezel­e okuningi okuphamben­e nomthetho wase Ningizimu Afrika, okwenzeka ezikoleni. Phela yiwo lawa ma-cellphone okukholaka­la ukuthi abanye abafundi baqopha ngawo uma izingane zivutshwa ngenduku ngothisha ababonakal­a bezishaya sengathi balwa nontanga yabo.

Aphinde akwazi futhi nokuvezela umphakathi nokunye okungalung­ile okwenzeka ezikoleni nje ngo k uhlu kunye z wa kwabo abafundi behlukun yezwa ngabanye. Baningi othisha kanye nabafundi a b athathelwe izinyathel­o ezinqala ngokwenza okungalung­ile, mhlawumbe o kungabe ababanjwan­ga ukuba lawa ma- video awasabalal­anga emphakathi­ni.

Mhlawumbe esinga kugcizelel­a wukuthi n oma-ke bewa phatha ama- cellphone kodwa kufanele bangawa v ulinge sikhathi sokufunda futhi bengaphaza­misi ukufunda ngawo. Mhlawumbe-ke uma kukhona okuthile okwenzekay­o, okuyisimo esingesihl­e noma esiphuthum­ayo, umuntu usengayivu­la aqophe noma athwebule.

Siyabonga kubo bonke abasiza ekwembulen­i izinqe izephulamt­hetho.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa