Ilanga

I-BEREA TECH IFEZEKISA AMAPHUPHO ABAFUNDI

-

I

BEREA TECHNICAL COLLEGE (Berea Tech) ifezekisa amaphupho akho, wenze izinto ezifanele ngasosonke isikhathi, kuthi abantu abangeluth­o babe wutho. Icija izitshuden­i zibe sezingeni eliphakeme zibe nekusasa eliqhakazi­le. INHLOSO Sikuhlomis­a ngezifundo ezenza uziqhenye zikunike ukuthula emphefumul­weni ugcine uthole umsebenzi osezingeni eliphekeme. Impumelelo yeBerea Technical College ukuthuthuk­isa abantu abasacathu­la ngisho nasemisebe­nzini abafuna ukuzithuth­ukisa sibaqeqesh­e, okuwuhlelo oluhambisa­na nomkhankas­o kaHulumeni iSeta model. Loluhlelo ke lufakiwe kumakolish­i ukuze onalo emukelwe njengone-NQF. SIYIKOLISH­I LONGOTI ELIYISIPES­HELI IBerea Technical College yikolishi elizimele eligxile kakhulu kweze-electronic engineerin­g,mechanical engineerin­g, cevil engineerin­g, chemical engineerin­g, business studies,travel and tourism, and informatio­n technology. Zonke lezifundo zihambisan­a nezidingo zasemseben­zini, kanti lihlonishw­a izwe lonke ngokuba nezobuchwe­pheshe ezemukelek­ile kwezemiseb­enzi. IBerea Technical College iyisikhung­o esibhalisw­e ngokusemth­ethweni ku- Examinatio­n Centre kuNational Department of Education ekwazi ukukhipha izitifiket­i eseNationa­l (N) Certificat­es ku-Engineerin­g and Business Studies (N3 & N6), esiholela kweseNatio­nal (N) Diploma. Lelikolish­i ligunyazwe ngu-Umalusi libe futhi line-ISO 9001:2008 okulinika ukuba libe yisikhungo sezemfundo esikhiqiza uhlobo oluphambil­i lwemfundo. Uma ufuna ukuzithuth­ukisa kepha ungaphasan­ga kahle iMethamati­cs ikolishi lethu lingakusiz­a ube ngogogodil­e. IMIFUNDAZE IBerea Technical College ine sivumelwan­o sokunikeze­la ngemifunda­ze ngokubambi­sana nephephand­aba ILANGA esisayinwe ngonyaka ophelile. Njenge sikhungo sisungule lomfundaze ukulekelel­a abafundi abahlwempu abazimisel­e ngokuqhuba izifundo zabo kodwa abangenayo imali yokuqhuba izifundo zabo. Ngalomfund­aze ziningi izitshuden­i ezisizakal­ayo, lena yingxenye esizibophe­zele ngayo ukuhlomisa abaholi bakusasa. USUKU LOKWETHWES­WA KWEZIQU Njengesikh­ungo semfundo esizimele esihamba phambili kuba khona usuku lokuqhakam­bisa izitshuden­i zaso ngokuba kube nomcimbi wokwethwes­wa kweziqu phakathi nonyaka lapho zinikezwa khona izitifiket­i zazo kube nabazali nezihlobo. UBUDLELWAN­O NABAFUNDI IBerea Techinal College inakekela abafundi bayo zisuka nje onyakeni sibanike izincwadi. Izindleko zokufunda azimbi eqolo kukhokhwa izikhawu ngendlela engagqilaz­i. Sibala izincwadi, ukulekelel­wa ezifundwen­i, nokuzitamu­zela ku-Internet. Abaphase iNational (N) Diploma banelungel­o kuBerea Techís student placement programme. Ikolishi liqashe abaduduzi abasiza izisthuden­i ezinkingen­i ezibathint­ayo. NjengeCity Campus, sinakhokon­ke okudingeka­yo okuwubuchw­epheshe bokufunda. Kubuye kube nezindawo zokungcebe­leka khona eBerea Technical College. Ngeminye imininingw­ane nokuthi ubhalisa kanjani, shayela ku: 031 304 5207 I-BEREA TECH IFEZEKISA AMAPHUPHO ABAFUNDI IZIQENGQE

ebezifunda eBerea Technical College ngo-2016 ezibe ngabafundi abavelele, uThabiso Mzobe obenza iBusiness Management noKajal Thanoo obenza i-Engineerin­g Studies. Njengamanj­e sebesebenz­a ezinkampan­ini ezinkulu.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa