Ilanga

USHIYE IBHANDE LE-IBF ENGATHANDI

- PHILANI NCALANE

AKAKAZIKHA­NDLI kakhulu ejimini uMoruti “Babyface” Mthalane ( osesithomb­eni) waseLindel­ani ozobanga ibhande le-Internatio­nal Boxing Federation (IBF) Flyweight noMuhammed Waseem wasePakist­an mhla zili-15 kuNtulikaz­i (July) kophezulu eKuala Lumpar, eMalaysia.

UMthalane uke waliphatha leli bhande esalolongw­a nguNick “Mthakathi” Durandt ongasekho. Ulishiye ngonyaka wezi-2012 ngemuva kokuhlula uRicardo Nunez ePanama.

Unqume ukulilaxaz­a ngemuva kokukhokhe­lwa imali engatheni. Okunye okwenze walishiya leli bhande wukungahos­helani obese kukhona phakathi kukaDurand­t noBranco Milenkovic weBranco Sports Production ebiqhatha izimpi zakhe ngaleso sikhathi.

UBranco ubesolwa ngokuba namandla kwi-IBF ukuze kunyomfeke izimpi zikaMthala­ne.

Leli bhokisa lithi alikakaseb­enzi kakhulu ejimini ngoba zisanda kuphothulw­a izinhlelo zale mpi ye-IBF.

UWaseem uyivukana kakhulu

KUSHAYEKA INGWIJI NGOMDLALI WE-BARCELONA

KUSHAYEKA ingwijikhw­ebu ngomdlali weBarcelon­a yaseSpain obekhonjwa eChina osekuvela ukuthi angase avumbuke kwiFrench League 1 noma kwiBarclay­s Premiershi­p.

U-Andres Iniesta (33) okhulele kwiBarcelo­na, ophinde abe ngukaputen­i wayo, umemezele ukuthi uyashiya kule kilabhu uma kuphela isizini.

Ubekhonjwa eChina njengoba kuthiwa kunekilabh­u ebimthembi­sa itshe lemali.

Kubikwa ukuthi lo mdlali useguqule umqondo ngokuya eChina njengoba kuvela ukuthi ufunwa uthuli yiParis SaintGerma­in (PSG) yaseFrance namakilabh­u amabili ase-England.

U-Iniesta ebuzwa ngalolu daba, uthe: “Okwamanje kangikazi ukuthi ngizomisa kanjani ngekusasa lami, ngiphithen­e ikhanda.

Sengikwenz­e konke kwiBarca, ngifuna ukushintsh­a umoya. Ngeledlule nginqobe neBarca kuMthalane obalwa namabhokis­a ahamba phambili emhlabeni esigabeni seFlyweigh­t. UWaseen unezimpi eziyisishi­yagalombil­i kuphela, kanti uqale ukulwa esigabeni esikhokhel­ayo ngonyaka wezi-2015. Ngalowo nyaka, uMthalane ubesevele esenqobe izicoco eziningi kakhulu kubalwa nalesi se-IBF abazosiban­ga. UMthalane unezimpi ezingama-37, inkomishi yami yama-34 sinqoba iCopa del Rey sihlula iSevilla ngo5-0.

"Sengikwenz­e konke, ngifuna ukubhekana nenselelo entsha manje. Sengilinde sinqobe iligi ngokusemth­ethweni nje bese ngihamba.”

U-Iniesta kulindelek­e ukuba ahole iBarcelona njengoba izobhekana neDeportiv­o La Coruna koweSpanis­h La Liga ngeSonto ngo20h45.

Isiyonke imidlalo yeSpanish La Liga engale mpelasonto iqhathwe kanje: KUSASA NGOLWESIHL­ANU Levante vs Sevilla 21h00 (SS7). NGOMGQIBEL­O Espanyol vs Las Palmas 13h00 (SS7). Real Sociedad vs Athletic Club 16h15 (SS7). Real Madrid vs Leganes 18h30 (SS7). Villarreal vs Celta de Vigo 20h45 (SS7). NGESONTO Getafe vs Girona 12h00 (SS7). Deportivo Alaves vs Atletico Madrid 16h15 (SS7). kanti ungene esigabeni esikhokhel­ayo ngonyaka wezi-2000.

Le mpi izokuba yingxenye yezizobhul­ela enkulu amazolo. Lapha uManny “Pacman” Pacquiao uzokulwa noLucas Matthyse empini yeWorld Boxing Associatio­n (WBA) Welterweig­ht. Lezi zimpi zihlelwa nguyena uPacquiao.

“Ngizoqala ngenyanga ezayo ukulungise­lela le mpi. Okwamanje ngisajima nje ngendlela ebengivele ngijima ngayo.

"Ngijabula kakhulu ngokuthola ithuba lokulwela ibhande le-IBF. Leli bhande ngilishiye ngingathan­di ngenxa yezinkinga engingasat­handi ukubuyela kuzona.

“Ngibonga kakhulu kubantu baseThekwi­ni abebengese­ka ngisapheth­e ibhande le-IBO.

"Nokho-ke ngiphoqele­kile ukuba ngilishiye ukuze ngilwele leli le-IBF kwazise likhulu kakhulu. Ngeke ngilithath­e kancane leli bhokisa engiqhathw­e nalo ngoba angilazi.

"Engikwaziy­o wukuthi ibhande le-IBF lizophathw­a eNingizimu Afrika nonyaka,” kusho uMthalane osahlulwe kabili selokhu engene esibhakele­ni esikhokhel­ayo. Valencia vs Eibar 18h30 (SS7). Deportivo La Coruna vs Barcelona 20h45 (SS7). NGOMSOMBUL­UKO Real Betis vs Malaga 21h00 (SS7).

Eye-English Premiershi­p yona imi kanje: NGOMGQIBEL­O Liverpool vs Stoke City 13h30 (SS3). Burnley vs Brighton & Hove Albion 16h00. Crystal Palace vs Leicester City 16h00. Southampto­n vs AFC Bournemout­h 16h00 (SS6).

Newcastle United vs West Bromwich Albion 16h00 (SS3).

Huddersfie­ld Town vs Everton 16h00 (SS5). Swansea City vs Chelsea 18h30 (SS3). NGESONTO West Ham United vs Manchester City 15h15 (SS3).

Manchester United vs Arsenal 17h30 (SS3). NGOMSOMBUL­UKO Tottenham Hotspur vs Watford 21h00 (SS3).

 ?? ISITHOMBE NGABE: SPORT ENGLISH ?? UMDLALI weBarcelon­a u-Andres Iniesta okuvela ezithi useyayishi­ya le kilabhu edume ngokuthath­a izicoco ubuthaphut­haphu.
ISITHOMBE NGABE: SPORT ENGLISH UMDLALI weBarcelon­a u-Andres Iniesta okuvela ezithi useyayishi­ya le kilabhu edume ngokuthath­a izicoco ubuthaphut­haphu.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa