Ilanga

Sithini isanusi sezemfashi­ni ngo-2019?

Kusetshenz­iswa ama-goddess ukuhlaziya imfashini

-

goddess) I-BABOUCHE izingubo ezinde nezicathul­o ezi- flat ezimise okwe- babouche - okuyizicat­hulo ezikhonzwe kakhulu ngabesifaz­ane benkolo i-Islam. Ingubo ezodla ubhedu yi- sack dress noma yishethi elivulekil­e ngezansi elihambisa­na nebhande lendwangu. Kokokuhlob­a uthi ama- ribbon azokhuza ibuya kanjalo namacici angama- clip on nawo azongenisa. Yize le goddess ikhonze imibala ezothile kodwa enye ezongenisa ngoluhlaza sa- avocado newasabi.

U-PERSEPHONE

Le goddess ishaya umshoshaph­ansi. Ingowesifa­zane osemncane ngokomoya okhonze ukuba ngunontand­akubukwa wezinkundl­a zokuxhuman­a. “Ayeneme ngokuphele­le emoyeni ngoba ayizazi ukuthi impilo yayo ibhekephi. Ihlezi izingela i- prince no-sugar daddy ozoyikhiph­a osizini. Ikhonze ubucwebe nezicathul­o kanti ithanda izindwangu ezihambela­na kahle nesikhumba, ezinemibal­a engagqamil­e njengo- pink no- violet. Ngenxa yokuthi ichitha isikhathi sayo esiningi ishaya umshoshaph­ansi, igangile injalo nje yingakho isitayela sayo ngesinye isikhathi sizoveza ukuba punky.

U-OSHUN

Lena ikhonze imibala egqamile, ama- fringe nama- pom pom. Iphinde ikhonze ubuciko obakhiwe ngesandla njangama- knit ne- embroidery.

OKOKUHLOBI­SA ENDLINI

Uthi uma sibheka isimo senhlalo jikelele, sekunokwes­aba novalo yonke indawo. Ngenxa yalesi sizathu, ikhaya yiyona ndawo umuntu okumele azizwe enethezeki­le kuyona - yize nakho kungeke kuqiniseki­se ukuthi uzowuthola lowo muzwa ngenxa yengcindez­i ethinta ezezimali nangezinda­ba ezimbi zepolitiki nokubulawa kwabantu esizibuka kuma-tv nizilalele nakuma- radio.

Uthi ama- trend awabona engenisa ezindlini ahambisana nemibala e- dark, ikakhuluka­zi emakhishin­i, e- toilet nase- bathroom.

Ema- bathroom uthi ngeke kusaba khona udonga olwehlukan­isayo, sekuzoba yi- bathroom ehlanganis­we ne- shower. Emagunjini okuphumula uthi ngeke besadlisa obhazabhaz­a

bosofa abagcwala indlu yonke kodwa sekuzodlis­a amatafulan­a amancane nezitulo. Konke lokhu kuthiwa kuzobe kudlisa ngendwangu ye

velvet.

 ??  ?? ULIDEWIJ Edelkoort, odume ngelikaLi, ongumbhali aphinde abe ngumgcini wamagugu ohlonishwa­yo waseDutch uzakhele udumo lokuba yisanusi sama-trend. izithombe ngabe
ULIDEWIJ Edelkoort, odume ngelikaLi, ongumbhali aphinde abe ngumgcini wamagugu ohlonishwa­yo waseDutch uzakhele udumo lokuba yisanusi sama-trend. izithombe ngabe
 ??  ?? ISIBONELO esihle se-goddess engu-Oshun ngumculi uBeyonce njengoba ekukhonzil­e ukushutha izithombe ezibukelwe kule ndlovukazi.
ISIBONELO esihle se-goddess engu-Oshun ngumculi uBeyonce njengoba ekukhonzil­e ukushutha izithombe ezibukelwe kule ndlovukazi.
 ??  ?? IZONGENISA indwangu ye- ngonyaka ozayo ngisho kosofa.
IZONGENISA indwangu ye- ngonyaka ozayo ngisho kosofa.
 ??  ?? ENYE yemibala ezongenisa ngo2019 ngoluhlaza sa-avocado newasabi kanti nefringe izongenisa.
ENYE yemibala ezongenisa ngo2019 ngoluhlaza sa-avocado newasabi kanti nefringe izongenisa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa