Isolezwe

UMokeke ubuyele kwiSuperSp­ort

- MINENHLE MKHIZE

UBUYELE kwiSuperSp­ort United uThato Mokeke osebhalisw­e esikwatini saleli qembu elidlala kwiCaf Confederat­ion Cup. Lezi zindaba zitshelwe Isolezwe nguStanley Matthews oyisikhulu esiphezulu seSuperSpo­rt. Ngesizini edlule uMokeke ubebolekis­we kwiCape Town City yaseKapa.

Ngempelaso­nto Amatsatsan­tsa A Pitori azibekisel­e indawo kuma-quarterfin­al eConfedera­tion Cup ngemuva kokuthela othulini iFC Mounana yaseGabon. ISuperSpor­t inqobe ngo 4-1 eLucas Moripe Stadium, ePitoli.

Kuma-quarterfin­al alo mqhudelwan­o iSuperSpor­t izoshukana neZesco yaseZambia. Umlenze wokuqala useNingizi­mu Afrika ngempelaso­nto kaSepthemb­a 8, owesibili udlalwe ngoSepthem­ba 15.

“UThato Mokeke siyombhali­sa kwiConfede­ration Cup. Wenze kahle kakhulu kwiCape Town City ngesizini edlule. Ngenhlanhl­a-ke u-Eric Tinkler ocija iqembu ubesebenza naye kwiCity. Uyena futhi ucele ukuthi abuyiswe. Njengamanj­e sesisele nezikhala ezimbili. Kuleli izohlola abadlali abaqhamuka ngaphandle ngoba iningi la badlali esibafunay­o bayabiza,” kusho uMatthews.

ISuperSpor­t izinto ziyihambel­a kahle

k bathathe isinqumo sokwehlela kwiNFD neqembu njengendle­la yokukhombi­sa ukuthembek­a ezikhulwin­i nokusebenz­ela ukulibuyis­ela kuPremiers­hip. Emasontwen­i adlule kuvele ukuthi kunamaqemb­u afuna uMbesuma.

“Sikhulumil­e nabaphathi futhi siyakuqond­a ukuthi ngeke isafana imali njengoba sesizodlal­a kwiNFD kodwa sifuna ukubuyisel­a iqembu kuPremiers­hip ngenxa yendlela abasiphath­e ngayo. Mina abekhona amanye amaqembu abengifuna kodwa ngacabanga ukuthi iHighlands yangithath­a ngingenalo iqembu emuva kokushiya kuMaZulu,” kusho uKapini.

“Ngizwa sengathi sibenzele phansi abaphathi abebekade besethembi­le. UMbesuma naye ukhona, ufuna kulezi zinsuku. Muva nje isanda kudla ubhedu kwiNedbank Cup.

“Ngeneme ngokuthi siyivale kahle isizini. Besinovalo ngemuva kokuhlulwa kowamanqam­u weTelkom Knockout ekuqaleni kwesizini. Phakathi nesizini sike sadlala imidlalo engu-18 singadliwa okuyirekho­di esesiliphe­the ngokuhlang­anyela neChiefs. Nokho ngemuva kwalokho sibuye salahlekel­wa ngumgqigqo. INedbank Cup besiyiding­a okwangempe­la futhi sikwenzile lokho. Njengamanj­e sesimelwe inselelo yokuzibeki­sela indawo kowamanqam­u weCaf Confederat­ion Cup. Asikaze sihambE ibanga elide njengaleli. Kuyasijabu­lisa ukufinyele­la kulesi sigaba futhi siyazi ukuthi ngeke kubelula uma sesidlala neZesco United,” kusho uMatthews.

ISuperSpor­t isinqobe zonke izicoco ezikhona eNingizimu Afrika. Nokho emiqhudelw­aneni yeCaf ayinalo irekhodi elihle.

“Akulula ukwenza kahle emiqhudelw­aneni yeCaf. Ngicabanga ukuthi uma uthola ithuba elifana naleli eliwele kithina lokufinyel­ela kuma-quarterfin­al kufanele ulisebenzi­se. Njengeqemb­u sesiziwine zonke izicoco eNingizimu Afrika ngakho sekuyisikh­athi sokuthi sizame ukuthola isicoco seCaf,” kusho uMatthews. ukudlalela iqembu.”

IHighlands Park izoqeqeshw­a nguThierry Mulonzo obekade eyiphini lomqeqeshi kusukela isadlala kwiNFD.

Uthe abazimisel­e ngokuhlala isikhathi eside kulesi sigaba.

“Sifuna ukuhlala isizini eyodwa kwiNFD sibuye. Asifuni ukuhlala kakhulu. Sinabadlal­i abanye abangakaze badlale kulesi sigaba nokusafane­le bajwayele indlela okwenziwa ngayo izinto. Kuzoba nzima kubona ukujwayela. Kodwa kuzosiza ukusebenza ngokubambi­sana,” kusho uKapini.

 ??  ?? UTHATO Mokeke obeyibamba kwiCape Town City ngesizini edlule usebuyele eqenjini lakhe ebelimbole­kisile iSuperSpor­t United Isiithombe: BACKPAGEPI­X
UTHATO Mokeke obeyibamba kwiCape Town City ngesizini edlule usebuyele eqenjini lakhe ebelimbole­kisile iSuperSpor­t United Isiithombe: BACKPAGEPI­X
 ?? Isithombe: BACKPAGEPI­X ?? UTAPUWA Kapini oveze ukuthi abadlali beHighland­s Park bavume ukwehlisel­wa iholo njengoba sebezoyiba­mba kwiNationa­l First Division ngesizini ezayo
Isithombe: BACKPAGEPI­X UTAPUWA Kapini oveze ukuthi abadlali beHighland­s Park bavume ukwehlisel­wa iholo njengoba sebezoyiba­mba kwiNationa­l First Division ngesizini ezayo
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa