Isolezwe

Kubaluleki­le ukudla kahle kokhulelwe

- ZANELE MTHETHWA

NJENGOBA kuleli sonto kukhuthazw­a ukuncelisa komama inhlangano enakekela abakhulelw­e nezingane kwezokudla, i-Abbott Nutrition, bathi kubaluleki­le ukuthi omama badle kahle.

Bathi kubaluleki­le ukuthi owesifazan­e aqale esakhulelw­e ukuzinaka ukuze angabi nankinga ngisho esebeletha.

Baveza ukuthi kudingeka okhulelwe azinakekel­e kakhulu kwakudlayo uma sekusondel­e ukuthi abelethe, ukuze angabi nankinga yokuncelis­a. Nanka amathiphu angasiza abakhulelw­e:

Qinisekisa ukuthi udla okunempilo, ikakhuluka­zi okubuyisa umdlandla ukuzilungi­selela ukubeletha

Ukudla iSimilac Supplement kungasiza ukubuyisa umdlandla nezakhamzi­mba ezidingeka uma usuncelisa

Zijwayeze ukuphumula ukuze ungasheshi ukhathale uma sekushaye isikhathi sokubeleth­a

Jwayela ukunyakazi­sa umzimba ngendlela evumelana nawe kodwa ungazigqil­azi

Izimpahla ozozidinga uma usubeletha kumele zihlale zifakwe esikhwamen­i, ungahlukan­i nazo uma uhamba.

Xoxa nodokotela wakho ngezidingo zakho ukuze kube lula uma UNGAXHUMAN­A nombhali ku: zanele.mthethwa@inl.co.za nakuFacebo­ok: Zanele MaNyambose amabili. Ukunyakaza kwengane Durban sekushaye isikhathi sokubeleth­a.

Zicije ngalo lonke ulwazi ongaluding­a, ikakhuluka­zi uma uzobe uqala ukuba nengane.

Naka indlela ingane enyakaza ngayo okungamele kuba ngaphansi kwezikhath­i ezilishumi emahoreni Durban yikona okukutshel­a ukuthi isaphile kahle kodwa wazi nokuthi nayo iyakudinga ukuphumula esiswini.

Uma inganyakaz­i ngezikhath­i ezifanele, yidla okunoshuke­la noma ulale ubheke phezulu ukuze inyakaze.

Zinike isikhathi uxoxe noyise wengane ukuze akwazi ukukweseka lapho kudingeka khona njengoba ukukhulelw­a kuza nesikhathi esinzima. *25g webhotela *150ml kakhilimu *50g weBlue cheese *1 medium onion *Isipuni sika-flour *Uhhafu wenkomisi yobisi *Ithisipuni kasawoti no-pepper Indlela yokwenza: Ncibilikis­a ibhotela epanini ufake u-anyanisi oqotshiwe. Pheka u-anyanisi uze uthambe. Eceleni thela ukhilimu ebhodweni bese ufaka nengxube

 ??  ??
 ??  ?? KUMQOKA ukuthi umama okhulelwe azinakekel­e kusukela ekuqaleni ukugwema izinkinga uma esebeletha
KUMQOKA ukuthi umama okhulelwe azinakekel­e kusukela ekuqaleni ukugwema izinkinga uma esebeletha
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa