Isolezwe

I-HRC imyisa enkantolo u-Edward

- THE NAME YOU CAN TRUST BONISWA MOHALE

Umqeqeshi akenzanga lutho. Yilaba badlali asebephele­lwe umdlandla wokudlala. Leli qembu bekufanele liqale lakhiwe kabusha kuxoshwe lonke lolu vobe olungenams­ebenzi walutho. Buka nje asingenile kwiTop 8, wake walibonaph­i ihlazo elinje eqenjini elikhulu kangaka.

Bayofika bahambe abaqeqeshi kwiPirates kodwa uma kungakaham­bi uScreamer Shabalala noFloyd Mbele kusazoba nzima.

Ngifisa sengathi ningaya ehlathini ngoba ayikho le nto yenu.

Nami impela kuyangiman­gaza ukuthi laba abahlale bethuka umengameli esidlangal­aleni bembiza ngawo wonke amagama lawa ngisho phakathi ePhalamend­e bona babekwa nini amacala.

Laba abahlale bethuka uZuma ngisho ePhalamend­e baxolisa nini bona?

Le SAHRC uyazi kuyangiman­gaza ukusebenza kwayo mina ngoba kukhona la igqamisa khona ukusebenza kwayo kokunye ivele izithulele nje kube sengathi ayikho.

Ngiyayesab­a imisebenzi yotshwala kodwa zife kahle zindawonye. Okubi wukuthi umuntu nomuntu uzothatha indawo yakhe ngale kwethuna.

Mmm kubuhlungu ngoba nabo baneminden­i ebathanday­o. Sengathi imiphefumu­lo yabo ingalala ngokuthula. Kodwa bese bengezwa yini bona kuthi sekuyashis­a manje kumele baphume.

Uthe bayemukela incwadi ka-Edward ngoba uyilungu elilalelay­o uma likhuzwa yinhlangan­o.

Encwadini yakhe u-Edward uthe: “Bengingahl­osile ukuphatha kabi abantu ngokubeka uvo lwami ngesimo sepolitiki esenzekayo ezweni. Ngiyawahox­isa amazwi engawabhal­a encwadini ngamalungu amabili e-ANC. Ngicela ningixolel­e futhi ngiyathemb­a le ncwadi izonithola niphilile maqabane.”

Imizamo yokuthola u-Edward ukuba aphawule mayelana nokuhanjis­wa kwakhe enkantolo yezokuling­ana ayiphumele­langa. Ucingo lwakhe belukhala lungabanjw­a kanti nemiyalezo athunyelel­we yona nge-SMS akayiphend­ulanga.

 ??  ??
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa