GABI GABI

Isolezwe - - IZINDABA -

Okuhlabahlosile okuqukethwe yiphephandaba lakho eliphuma kusasa Ngabe inhliziyo yakho iselokhu ibambelele esokeni noma entombini okudala wahlukana nayo?Ukuzihlolisisa ukuthi akunjalo noma kunjalo, ungaphuthelwa wuhlu lwezimpawu ezishaya emhlolweni ezikhomba ukuthi inhliziyo isele emuva. Ubhekana kanjani neqiniso lokuthi ubudoda bakho buncanyana...uma ungowesifazane wena ubhekana kanjani nale nselelo yesithandwa sakho. Sigubha inyanga ayamasiko: Uqala nini ukubiza isithandwa sakho ngenkosikazi noma umyeni wakho? Ongoti kwezamasiko baphendula lo mbuzo becozulula izigaba zokulotsholwa kowesifazane. 1. OWAYEYIMENENJA yeBafana Bafana, uZola Dunywa, uveza okwenze iSafa yagobela iFifa. 2. SIXOXA nesiqongqwane seKaizer Chiefs evuke ngeCape Town City. 3. SIZOKUPHATHELA umphumela womdlalo weBucs neTeam of Choice noweCAF Confed Cup. 4. SIKUPHATHELE ezithinta umdlalo womkhaya phakathi kwaMaZulu ne-Golden Arrows

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.