Zidlana imilala embukisweni

Isolezwe - - EZEZIMOTO -

IZINKAMPANI zezimoto ezehlukene emhlabeni jikelele zithole ithuba lokubukisa ngezimoto zazo ezintsha embukisweni wezimoto i-International Motor Show (IAA) obuye waziwe ngeFrankfurt International Motor Show, eFrankfurt, eGermany.

Ngaphandle kwezimoto ezintsha, ezinye zazo ezizotheleka eNingizimu Afrika maduze, ziphinde zakhombisa nokuthi izimoto zazo zingase zibukeke kanjani ngomuso. Nazi ezinye zalezo zimoto:

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.