Imicimbi ngezithombe

Isolezwe - - IMICIMBI -

KUHLEZI kumnandi uma kuhlangene izihlobo, abangani nomakhelwane emcimbini eyahlukene. Nasemicimbini ebihleliwe kule mpelasonto akubuzwa ukuthi ihambe kahle, izithombe zikunekela yonke indaba.

Umculo, ukudla, iziphuzo nazo zonke izibiliboco zenza umcimbi uthokozelwe yiwo wonke umuntu.

Phakela iso ubone ubuhle nenjabulo ebhalwe ebusweni bosingaye abasezithombeni.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumela izithombe zihamba nombhalo ngobekwenzeka kwiemail ethi: isolezwe@inl.co.za nethi nontuthuko.ngubane@inl. co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.