Isolezwe

Uhambo lube muncu kubafundi abebeliban­gise esikoleni

- INTATHELI YESOLEZWE

KULIMALE abafundi abayisikho­mbisa nomshayeli ngesikhath­i itekisi abebehamba ngayo iphaphalaz­a iphuma emgwaqweni ishayisa isigxobo sikagesi ekhoneni lomgwaqo u-Alford no-Oswald eRamsgate izolo ekuseni.

Abafundi abalimele kuthiwa bebeya esikoleni ngesikhath­i kwenzeka ingozi.

Okhulumela abezimo eziphuthum­ayo, kwaNetcare 911, uMnuz Nick Dollman, uthe abafundi abayisikho­mbisa nomshayeli bathole imihuzukwa­na zaseMhlong­amvula

Ngokukheth’ imbal’ engebunisw­e yizifo negqabho. Sukumani zinsizwa zakithi Nihube ihubo lesizwe sakithi Ngigiye kuthule kuthi cwaka ngakithi. engozini.

Uthe abafundi abalimele banikwe usizo oluphuthum­ayo lapho belimalele khona base bedlulisel­wa esibhedlel­a ukuze baxilongwe ngokuphele­le.

“Abafundi abebehamba ngetekisi iminyaka yabo iphakathi kweyisikho­mbisa nesishiyag­alombili kanti inqwaba yabanye abafundi ebikhona emotweni ayilimalan­ga” kusho uDollman.

Uthe amaphoyisa azophenya ukuthi ngabe yini ebe yimbangela yokuthi itekisi iphume emgwaqweni. Umlando wezwe lethu Ngawuncela kuwe mthomb’ ongashi, Imvelaphi yesizwe sethu Ngayizwa ngawe mthomb’ ongashi. Maqhawe namaqhawek­azi esizwe, Nginibonga ngokungaph­ezi zinsika zezwe. Nigadle zephukela kwaZulu, Ngathola ulwazi ngamakhosi oHlanga.

Ukukhala kwezintand­ane kunivusela umunyu,

Ukugula kwezingane kunithinta ezibilini,

Ukuphuma komphefumu­lo kubonwa yini kuqala,

Qhubekani nokuqinisa amaxhama obuntu.

 ?? Isithombe: SITHUNYELW­E ?? ITEKISI ebihamba abafundi eRamsgate iphaphalaz­ile yashayisa isigxobo sikagesi kwalimala abanye abafundi abebegibel­e kuyona nomshayeli
Isithombe: SITHUNYELW­E ITEKISI ebihamba abafundi eRamsgate iphaphalaz­ile yashayisa isigxobo sikagesi kwalimala abanye abafundi abebegibel­e kuyona nomshayeli

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa