Isolezwe

Luza nezinguquk­o Uzalo

- NOKUBONGWA PHENYANE

UMNDENI UCHITHA EYOKUSHONA KUKAMROZA

Sbahle Masinga: Uyabona abantu banamanga. Nami bese ngithukile ngizwa kuthi ushonile kodwa ngabuye ngezwa sekuthiwa akusilona iqiniso lelo, abantu abayeke amanga.

Sandile Muna Mazibuko Mazibuko: Ubezikhulu­mela yena mathupha uMroza izolo ohlelweni lukaSipho Mbatha oKhozini.

Bongan Biyela: Amanga ako Facebook ayahlupha, le nto iqale khona. I-SUNDOWNS IKHIPHE IBHADI NGE-PIRATES Khethani Mphiliseni Wasemgazin­i Ntshangase: Ngeke ubekezele njengomlan­deli wePirates. Uma sengiganwa kuyomele ngithole intombi ewumlandel­i weBhakhani­ya. Bayabekeze­la naba abantu. IChiefs iyabheda nayo kodwa iyalesaba ihlazo, kukancane sithola izibhaxu ezinje. Nayo iSundowns ibisipheli­le yisibhaxu, bobabili bayefana ababhaxane bodwa.

Mdu Duh Man Mncwango: Ngiyohlezi ngiyisho le nto ukugcina ibhola akukunqobi­si umdlalo. Inkinga yePirates ihlasela iye phambili yonke ihhaza bese kusala kuvuza emuva.Yingakho uPitso Mosimane ejabula uma edlala nePirates ngoba uyazi ukuthi isinkwa sakhe sansuku zonke.

Thulani Turam Mvelase: izidlela amahlanga kwiBucs. Vele iSundowns iyohlezi

ZEBIWA KAKHULU E-KZN IZIBHAMU ZE-SAPS: MBALULA

Mbongi Dlamini: Amanga lawo. Akabuze thina esihlala nawo amaphoyisa ukuthi sizithola kanjani izibhamu. Yiwona amaphoyisa asidayisel­ayo singazicel­anga.

Musah Msai Ndamase: Bayaziqoqa emphakathi­ni baphinde bazilande. Amaphoyisa enza imali ebomvu.

Bongan Biyela: Umkhuba ukuwo amaphoyisa ayazidayis­a bese ethi zebiwe. esontweni elilodwa noma amabili ezayo sizomemeze­la izinguquko ezizobonak­ala kulo mdlalo. Yonke imibuzo yakho izophendul­eka ngosuku esiyohlang­ana nalo nani,” kuchaza uMthiyane.

 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ?? Isithombe: ZANELE ZULU ?? ABALINGISI bomdlalo Uzalo okulindele­ke ukuthi abanye bakhuze ibuya kulo mdlalo abanye bengabuyi njengoba kuzoqala ukuqoshwa kwesizini yesine
Isithombe: ZANELE ZULU ABALINGISI bomdlalo Uzalo okulindele­ke ukuthi abanye bakhuze ibuya kulo mdlalo abanye bengabuyi njengoba kuzoqala ukuqoshwa kwesizini yesine
 ?? Isithombe: SITHUNYELW­E ?? UMETHULI wohlelo ama- Idols SA uProVerb uthe ukugxekwa ngesikhath­i eqala ukwethula lolu hlelo akumthenan­ga amandla kodwa kwamenza wafuna ukuphumele­la ekwethulen­i izinhlelo
Isithombe: SITHUNYELW­E UMETHULI wohlelo ama- Idols SA uProVerb uthe ukugxekwa ngesikhath­i eqala ukwethula lolu hlelo akumthenan­ga amandla kodwa kwamenza wafuna ukuphumele­la ekwethulen­i izinhlelo
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa