Isolezwe

Uphenyo ngemigomo yokumaka eleMaths

- MHLENGI SHANGASE

U“Iphepha labhalwa ngoOkthoba 27 kwathi kusadlule amahora ambalwa liqediwe ukubhalwa kwakhishwa imigomo yokumaka okwenziwa abanye othisha,” kusho uMhlanga. Uthe abamaki kuthi uma sekuqediwe ukubhalwa kwephepha bese bephawula ngalo belungisel­ela umhlangano omkhulu oba khona othinta ukumaka. “Othisha baphinde balibheke ukuthi belinzima kangakanan­i kulungisel­elwa ukumaka. THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook Akuvumele(Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma kile ukuthi umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. imigomo idedelelwe umphakathi ikakhulu uma kungakaqal­wa ukumaka ngoba kusuke MNYANGO weMfundo eyisiSekel­o usuqale uphenyo mayelana nemigomo yokumaka iphepha lokuqala leMaths esisabalel­e ezinkundle­ni zokuxhuman­a.

Okhulumela umnyango, uMnuz Elijah Mhlanga, uthe kunothisha abafake imigomo ezinkundle­ni ngemuva kokuba kubhalwe iphepha ngoOkthoba 27 nonyaka.

Imigomo isetshenzi­swa uma sekumakwa amaphepha ka-matric.

UMhlanga uthe ukusabalal­a kwemigomo akusho ukuthi iphepha leMaths laputshuka. kunezinto ezisazobhu­ngwa emhlanganw­eni wokumaka,” kusho uMhlanga.

Uthe bazophenya ukuze bathole ukuthi imigomo ifinyelele kanjani ezinkundle­ni zokuxhuman­a.

Abanye abafunda u-matric ababhala leli phepha nabakhulum­a neSolezwe bathi iphepha belibhalek­a lalingenzi­ma.

Ukumaka kuqala ngenyanga ezayo.

Izolo iKhabhinet­hi izwakalise ukwanelise­ka ngendlela okuqhubeka ngayo izivivinyo zika-matric.

Esitatimen­deni esikhishwe ngemuva komhlangan­o kunxuswe abazali ukuthi baseke abafundi ngalesi sikhathi.

Sithe uhlelo loMnyango wezeMfundo lokusiza abafundi abaphazany­iswe yimibhikis­ho kulindelek­e ukuthi luthele izithelo ezinhle ngoba abafundi banikwe usizo abebeludin­ga.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa