Isolezwe

Bayithembi­sa onzima iChiefs abeChippa

- ZAKHELE XABA

INJINI yeChippa United, uKurt Lentjies, ibona iTelkom Knockout njengethub­a lokuqeda ukhondolo lokuhlulwa yizindebe kweChili Boys.

IChippa United, evutha ingabaselw­e kulezi zinsuku, izobhekana neKaizer Chiefs emdlalweni we-quarterfin­al yeTelkom eNelson Mandela Bay Stadium, eBhayi ngeSonto ngo-3.30 ntambama. Ifinyelele kulesi sigaba emuva kokwehlula iMamelodi Sundowns ngo 1-0 kwi-Last 16 ngeSonto eledlule.

Kusukela izintambo zokuqeqesh­a kwiChili Boys zithathwe nguTebogo “Tebza” Moloi, ibukeka izelwe kabusha. Ngaphansi kwalo mqeqeshi oyinkakha ye-Orlando Pirates, iChippa ayikaze ihlulwe emidlalwen­i eyisithuph­a yeligi.

Emdlalweni we-Absa Premiershi­p ngoLwesith­athu, iChilli Boys, ibhabhadis­e ompetha beligi, iBidvest Wits ngo 2-0 ekuhambeni.

IChippa ibuyele kwiPremier­ship ngesizini ka-2014 emuva kokuthi ikade igawulwe yizembe ngo-2013. Ayikaze idlale kowamanqam­u wendebe eNingizimu Afrika.

ULentjies ungomunye wabadlali abathathu uMoloi asanda kuphawula ngabo ukuthi akakaze abashintsh­e esikimini phezu kokuba ephumele obala ngokuthi unamasosha kodwa hhayi abanezinda­wo zabo. Abanye ngu-Abel Mabaso osedlalisw­a esiswini nonozinti waseNigeri­a uDaniel Akpeyi.

“Sibambisen­e kakhulu singabadla­li, yibona engikholwa ukuthi badinga ukunconywa ngendlela iqembu elidlala ngayo okwamanje. Siyazi ukuthi iChippa ayikaze iyiwine indebe futhi ayikaze ifinyelele kowamanqam­u. Sifuna ukukuqeda lokho ngokufika ekugcineni kwiTelkom. Isimo sihle kakhulu ekhempini, abadlali bonke basebenza ngokubambi­sana,” kusho uLentjies obengukapu­teni weMaritzbu­rg United.

“IChiefs iyiqembu elihlukile kodwa sesidlale namaqembu amabili amakhulu ngaphambi kwayo, okuyiSundo­wns neWits. Lokho kusinika isibindi. Kungaba kuhle ukuthi sidlulele kowandulel­a owamanqamu. Sizokulwel­a lokho. Ngeke sifike kwiChiefs silale, silindele ukuthi izenzele kithina.”

Amakhosi asefomini kulezi zinsuku. Adlulele kuma-quarterfin­al emuva kokwehlula AmaZulu ngo 3-0 eMoses Mabhida Stadium, Touch (11.30am); K Legends v Newlands City (12.45pm); Sierra Leone v Mafukuzela Masters (2pm)

EGround 2: R.E Sporting v Bafuthi (8am); G. Masters v Third Base (9.10am); Inanda Masters v Crocodile (10.20am); Senegal Masters v Khaya Masters 11.30am); Real McCoy v TKZee (12.45pm); Newlands United v Big Daddy (2pm)

UMGUNGUNDL­OVU REGIONAL TAXI COUNCIL INDUSTRIAL SOCCER LEAGUE

NgeSonto eDales Park 2: Imbali 3&J v Glenwood (9am); Caluza v Impendle (10am); Hopewell v Zwartkop (11am); Ashdown v Swayimane (12pm)

NgeSonto eDales Park 1: Mafunze v Sobantu (10am)

UMLAZI LOCAL FOOTBALL ASSOCIATIO­N

Namuhla kwa-AA: Europa fc v Sesikhona (U/15, 3pm); Crusaders fc v Dsm Academy (15.45pm); Europa fc v Young Pirates (U/17, 4.30pm)

Namuhla eZibomvini: Amaqhawe fc v Punishers (U/13, 2.45pm); Nd Chelsea fc v Fiorentina fc (U/15, 3.30pm); Fiorentina fc v Amaqhawe fc (U/17, 4.15pm); Royal Sporting v Punishers (U/17, 5pm)

Kusasa kwa-F: Royal Sporting v Young Lions (U/17, 10am); Benfica v Fiorentina (D1, 11am); Royal Sporting v Punishers fc (12.30pm); Tigers fc v Benfica fc (2pm)

Kusasa Kwa-AA: Dsm Academy v FC Focus (U/17, 9am); All Stars fc v Nd Chelsea eThekwini. NgoLwesibi­li iChiefs idlale ngokulinga­na ngo 0-0 nePolokwan­e City emdlalweni we-Absa Premiershi­p obukade usezingeni eliphezulu. Ingcindezi ibukeka seyehlile kumqeqeshi uSteve “Mphathi” Komphela.

Emuva komdlalo naMaZulu, ukubalekel­e ukuzibophe­zela ukuthi ufuna ukuyiwina iTelkom nokungaba yindebe yakhe yokuqala ePhefeni kumasizini amathathu. (D1, 10am); King Forest v FC Focus (D1, 11.30am); All Stars FC v ZB Burning Fire (1pm); Amaqhawe v Nd Chelsea (2.30pm)

Kusasa-Outerfield: Fiorentina v Young Stars (U/15, 9am); Dbn Italy v Trouble Tigers (U/15, 9.45pm); Amaqhawe fc v Crusaders fc (U/17,10.45pm); Successor fc v Dbn Italy (U/17, 11.45am); Strikers Utd v Killers (U/15, 1.45pm); Trouble Tigers v Dbn Heroes (U/17, 2.45pm); Blizzards FC v Trouble Tigers (4pm)

Kusasa eHockey: Europa fc v Sesikhona (U/11, 8.30am); Amaqhawe fc v Successor (U/11, 9am); Sesikhona fc v Punishers (U/11, 9.30am); Young Stars v Europa fc (U/11, 10.30am); Successor v Young Stars (U/13, 11am); Tigers fc v Killers (U/15, 11.45am); Trouble Tigers v Europa fc (U/17, 12.30pm); Successors fc v Utd Arrows (U/17, 1.30pm); Successors fc v Utd Arrows (D1, 2.30pm); Young Stars fc v Fighters fc (4pm)

NgeSonto kwa-F (Premier): Xi Masters fc v No Noise (10am); Zb Burning Fire v Fighters fc (11.30am); Xi Masters v Young Stars (1pm); No Noise fc v Tigers fc (2.30pm)

NgeSonto eHockey: Amaqhawe fc v Europa fc (D1, 8.30pm); Dsm Academy v Young Pirates (D1, 9.45am); Royal Sporting v King Forest (Premier, 11am); Arsenal Ladies v Real United (Women, 1pm); New Magic v Punishers fc (Premier, 2.45pm); Fiorentina fc v Blizzards (Premier, 4pm)

NgeSonto e-Outerfield: Dbn Heroes v Killers fc (D1, 8.30am); Nd Chelsea v All Stars (Premier, 10am); Fiorentina fc v New Magic (Premier, 11.30am); Benfica fc v Le Team (Premier, 1pm); Young Lions fc v Trouble

 ?? Isithombe: BACKPAGEPI­X ?? UMDLALI weChippa United uKurt Lentjies wethemba ukuthi bazofinyel­ela kowamanqam­u weTelkom Knockout njengoba bezobhekan­a neKaizer Chiefs ngeSonto
Isithombe: BACKPAGEPI­X UMDLALI weChippa United uKurt Lentjies wethemba ukuthi bazofinyel­ela kowamanqam­u weTelkom Knockout njengoba bezobhekan­a neKaizer Chiefs ngeSonto
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa