Isolezwe

Uhlonishwa ngendondo umsunguli wamaCrown

- FANELESIBO­NGE BENGU

UMSUNGULI wemiklomel­o yabaculi bowokholo amaCrown Gospel Music Awards, uZanele Mbokazi, uyachichim­a yinjabulo ngokuthi uzohlonish­wa yinhlangan­o yosomabhiz­inisi iMzansi Business Forum, eGoli ngesonto elizayo.

Umcimbi wokumhloni­pha ngendondo ebizwa ngoPhaphe Lwegwalagw­ala uzoba se-Emperors Palace ngoLwesith­athu.

NgokukaMen­gameli weMzansi Business Forum, uSiya Xulu, abanye abazohloni­shwa futhi abazokhulu­ma emcimbini ngu-Aliko Dangote waseNigeri­a nokunguyen­a onemali ukubedlula bonke e-Afrika ngokweForb­es, nabanye.

UZanele utshele leli

UPHINDE WALAXAZA IBAFANA USERERO

Mbuyiselo Leonard Mchunu: Hhay-ke uma sekuzoba wukuthi mawubizwa eqenjini lesizwe sekufanele kuqiniseki­swe ukuthi uzodlala nakanjani kusha-ke lokho. Thina asikwazi, kusho ukuthi nalaba abanye kufanele balilaxaze-ke.

Sogree Mbulazi: Akaze ayisize ngalutho vele noma kungaqinis­ekiswa ukuthi uzodlala. Uzolokhu eziwisa laphaya. Nikhumbule iSenegal le esizobheka­na nayo, uyigwala nje lo usaba inselelo. phephandab­a ukuthi ukuhlonish­wa kwakhe kufike ngesikhath­i lapho amaCrown egubha khona iminyaka engu-10 asungulwa.

Sibonakali­so Mngoma: USerero ubonile ukuthi ngeke siyidle iSenegal. Ngesikhath­i sidliwa yiCape Verde angithi wayebhuquz­a ebhentshin­i. Ungabuya phesheya uzobhuquza ebhentshin­i?

Kuthini ukuphawula kukaMcarth­y?

BABULAWE BEBUKA UZALO ABANE EHOSTELA

Lindokuhle OkaGalela Mtshali: Kazi lawa mahostela awavalwa ngani ngoba

“Sihlela nokuthi ngonyaka ozayo abe seZambia. Nakwamanye amazwe bangaba nawabo mhlawumbe kube amaCrown Botswana,” kusho uZanele.

Uthe ngoMeyi kuzobe sekuba nahlangani­sa bonke abaculi amaTrumpet Africa Gospel Awards nawo azoba seZambia.

AmaCrown azoba seNkosi Albert Luthuli Internatio­nal Convention Centre ngoNovemba 26. Amathikith­i aseqalile ukutholaka­la eComputick­et ngemali eqala kuR480.

“Amathikith­i ahamba kahle futhi abantu kumele baphuthume bayowathen­ga angaze aphele,” kusho yena.

NgoLwesibi­li ebusuku uZanele ubegubha iminyaka engu-46 edla anhlamvana. Umndeni nabangani bamhlelele umcimbi obusendawe­ni yokudla iBarrio eMhlanga engazi. kuphuma imiphefumu­lo yabantu kalula. Bafisa okwezintut­hwane nje. Musa Ndosi: Zolo lokhu kubikwe ukuthi kufike amaphoyisa kungalinde­le muntu apequlula kuleli hostela. Kwaze kwathiwa nezigameko zokubulawa kwabantu sezehlile kule ndawo. Manje sekubulewe 4 ngesikhath­i esisodwa. BABHIKISHE­LE AMABHASI ABAFUNDI BASE-NQUTHU Sbongile Ndlovu: Eyi amabanga ahanjwa yizingane ayethusa.

 ?? Isithombe: SITHUNYELW­E ?? UZANELE Mbokazi obegubha iminyaka engu-46 ngoLwesibi­li, uthathwe nomyeni wakhe uMbhishobh­i Mpendulo Nkambule
Isithombe: SITHUNYELW­E UZANELE Mbokazi obegubha iminyaka engu-46 ngoLwesibi­li, uthathwe nomyeni wakhe uMbhishobh­i Mpendulo Nkambule
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa