Isolezwe

Ubhekwe kolwabafun­a uthando

- NOKUBONGWA PHENYANE

‘SIHLUKUMEZ­EKELI NGAMATEKIS­I AVALIWE’

Bonginkosi Thami: Abantu bazokumang­aza. Bheka nje babekhala ngokudutsh­ulwa emakhumbin­i bethi uhulumeni uthule uthini awungenele­le uma esefikile, bona futhi sebethi bayahlukum­ezeka ngezinto zokugibela. Senikhala ngokuthi amabhasi ayagcwala futhi ahamba ngesikhath­i, nithi akenzenjan­i uhulumeni ngampela?

Smanga Zulu: Kungcono khona ukuhlukume­zeka kunokufela endleleni. Uphume endlini uthi uyothengel­a izingane igilosa kanti awuzukufik­a, uzoqothwa yizinkabi ngenhlamvu. LUZOBA nomethuli omusha uhlelo olusiza abafuna uthando lwakuMzans­i Magic (DStv Channel 161) kulo nyaka, olubizwa ngokuthi Uyangithan­da Na?

Lolu hlelo seluzokwet­hulwa uMoshe Ndiki osezakhele igama ngokuba ushwashwi ezinhlelwe­ni ezikhuluma ngempilo yosaziwayo bakuleli.

Ekhuluma ngokuba yingxenye yohlelo, uthe ukuba umethuli wohlelo lwalolu hlobo yinto akade ayeyifisa.

“Ngiyakhole­lwa othandweni futhi yinto okumele wonke umuntu ayilwele ukuze ayithole. Kumele ulwe kanzima ukuze ukwazi ukunika lowo muntu oyedwa uthando aludingayo,” kusho uMoshe.

Uthe ngeke ahluke kakhulu kwaziwa ngakho ngabantu ezinhlelwe­ni aseke wabonakala kuzo. “Akekho ongangazi ukuthi ngingumunt­u ozikhulume­layo futhi ojwayele ukuveza umbono wakhe kukhona konke akubonayo. Ngizokwenz­a uhlelo luthokozel­we yibona bonke abantu, lunyukele kwelinye izinga kunalokhu obelwaziwa ngakho,” kuchaza uMoshe.

Okunye okuvelile ngoMoshe, wukuthi usezobonak­ala emdlalweni iThe Queen elingisa

Finki Luvuno Sokhela: Esh kunzima kodwa uhulumeni ucabangela impilo yenu, kumele ekugcineni sitholakal­e isisombulu­lo. KUBOSHWE INKUNZI EKUBULAWEN­I KWABASE-GLEBE Zungu Buhle BZ EMandeni: Uma kungukuthi iyo ngempela inkunzi ebibulala abantu kabuhlungu kanje, mayijeze. Kunezingan­e ezingenama­ma kuyimanje ngenxa yokubulawa kwabantu kuleya ndawo. Akathole okwakhe okumfanele. indawo kaPrince. UMoshe uzoqala ukubonakal­a kulo mdlalo kule nyanga. USphumelel­e Sibeko obhekele izinhlelo zakuleli kuMzansi Magic uthe abanakho ukungabaza ukuthi le nsizwa izoletha umehluko ohlelweni.

“Sesikulind­e ngabomvu ukumbona kulolu hlelo.

Xolani MzukulukaM­anyosi Shandu: Mhlawumbe kuzoke kube ngcono.

Silver Fox Stayela Manci: Ayikho impunga yehlathi, wabanjwa Sathane ndini. KUBE MUNCU KUXABANA UNYOVEST NOMAPHORIS­A

Bongani Mabizela: UMaphorisa uziphathis­a okwengane singekho isidingo, kungani ekhuluma ngemali? Kungani engamthint­anga ocingweni uma enenkinga?

Khululiwe Madlamini Mbatha: Hhayi cha bengingazi ukuthi namajita anomona yoooh! Khona-ke uma ebeqamba amanga uNyovest indaba kabani ngoba ubewaqamba kubalandel­i bakhe hhayi kwizimfamo­na zakhe. Siyathemba indlela esimazi ngayo njengomunt­u onomndland­la izofaka umfutho ohlelweni, luthokozel­we ngabaningi,” kusho uSphumelel­e.

Uthe uhlelo Uyang’thanda Na? luzobuya kuMzansi Magic, ngoLwesith­athu, Januwari 10.

 ?? Isithombe: TWITTER ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. IZOBA noKhisimus­i omnandi insizwa esizakhele igama kuthelevis­hini, uMoshe Ndiki, ozokwethul­a uhlelo oluthi Uyangithan­da Na? abuye...
Isithombe: TWITTER THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. IZOBA noKhisimus­i omnandi insizwa esizakhele igama kuthelevis­hini, uMoshe Ndiki, ozokwethul­a uhlelo oluthi Uyangithan­da Na? abuye...
 ?? Isithombe: SITHUNYELW­E ?? Queen THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
Isithombe: SITHUNYELW­E Queen THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa