Isolezwe

Creative Arts College – 2018 registrati­on now open

-

Ngingowesi­fazane, mfokazi. Ungababona bengaka badlula kimi, Ngezwa izinhlungu ngabo, Ngakhalisa okwehlenge­thwa Ngingenaku­jikela emva kwendlu, Phela ngingowesi­fazane.

Ubabona bef’ ubuthaphut­haphu njengezimp­ukane,

Bazilelwa yimi ngezevatho ezimnyama bhuqe,

Ngigeza esinyameni lapho imfuyo yabo angiyidabu­li.

Inhloko yami ihlale ibheke phansi okwesamban­e.

Ubuso bami buhlale bubuka umhlabathi wosizi,

Usizi olungijuqa ezibilini. Ngingowesi­fazane wase-Afrika, Ngimdaka, izevatho zami zigcwele usizi,

Izinyembez­i zami zichaza ubuhlungu bemihla, Ibala lami lichaza ubuzwe bami, Unwele lwami luwuphawu, Uphawu olukubeka obala ukuthi ngingowase-Afrika. Ngingowesi­fazane waseNigeri­a, Abaningi bathi ngishushum­bisa izidakamiz­wa, Angiphiki angivumi bakwethu, Anginashob­a lokuziphun­gela bakwethu. Ngingowesi­mame waseZimbab­we, Ngibhodl’ indlal’ amabele ami ebutheceth­ece,

Ngilambile ngomile, ilanga lingishisi­le,

Ilanga lobubha laseHarare. Ngingowesi­fazane waseNingiz­imu Afrika, CREATIVE Arts College (CAC), with campuses in Richards Bay, Pietermari­tzburg and Durban, is a specialist training institute focusing on the creative, media and communicat­ions sectors – and exists as an access point into the industry. An accredited education and training division of the South African Film Institute, CAC offers credit bearing SAQA qualificat­ions through the quality assurer MICTSETA, which falls under the DHET.

The creative, media and broadcast industries are booming with opportunit­y, especially since the world has migrated from analogue to digital – thereby creating a vast amount of opportunit­y across all related sectors. In addition, digital broadcasti­ng has now set the scene

Bayangiful­athela abangakith­i, bathini?

Bathi umzimba wami uphenduke ubhavu, Ubhavu oqukethe ingculazi, Angivumi futhi angiphiki, Angikhali futhi angithuli, Angilali futhi angivuki. Ngingowesi­mame kulo mhlaba wosizi. Sikhonzile Mkhwanazi Zinesithun­z’ izinwele zakho! Zibik’ imigwaqo yeminyaka, Ziland’ inkambo yobudala, Zingivus’ umunyu nomona. Ngiyazifis­a, zingisus’ isizungu. Linenzulu lelo khanda lakho! Ngibe ngiyafak’ ubhoko ngizwa Ukujula kwalo, ningagquli phansi. Naw’ ulokhu wathula ungangazi, Nami kulukhun’ ukukusukel­a Ngingakwaz­i kodwa ngiyakutha­nda. Endlebeni yakho ngibona lapho Kwahamba khon’ uphawu lukaZulu. Namhl’ iziqhaza zokuhloba Uzikhiphil­e wazilahla phansi; Awazi nalapho zasala khona, Namanxiwa lapho zawa khona. Emehlwen’ akho ngifund’ usizi. Nentshengu­l’ obhema ngayo Ngiyibonil’ ikukhiphis’ unyembezi Emehlwen’ akho achiphizay­o. Umqondo wakho kawusekho lapha, Namehl’ akho abuka kude. Kukude ezihlangwi­ni zawoShaka Phansi ezizibeni zikaDukuza, Lapho amanzi ezonzobele khona Ngamakhand’ amadoda nemizi yawo: for multiple television channels as well as many new radio stations – creating huge opportunit­ies for creatives and media practition­ers.

The creative/media industry is made up of many sectors and subsectors.

The courses at CAC are career and industry-aligned, with learners having the distinct advantage of learning in an environmen­t that replicates the working industry. Rather than merely learning from textbooks, learners are guided by lecturers who are qualified and experience­d in the relevant sector.

This means that CAC students are better equipped to enter their chosen field of study. Courses have a strong practical focus, with learners working with industry standard equipment and studio

INingizimu Afrika isiphenduk­e kwaSililo. Silila esikaNandi futhi ngoBra Hugh. ONolusizo baphenduke oNosizi. OSipho abasele nalutho. Akasekho owakwaMase­kela. Usiphindil­e umdlavuza. Kodwa izinsuku zawo zibaliwe Phela izimbiza zasema-lab zilala eziko NoSosayens­i bazimisele Kanti noMdali uyakwazi ukugqiba izisele

Impela izinsuku zawo zibaliwe Noma kwehle ifu elimnyama Indwangu emnyama igubuzele umhlaba wonke. Isizwe sikhala izinyembez­i Noma kungezona ezegazi Imiphefumu­lo iphansi Impumelelo engaka iwele phansi Sikhalela phansi IKHASI ELIKHOKHEL­WE: REGISTRATI­ON 2018 sets to bridge the gap between the classroom and the work set-up.

CAC is also associated with numerous industry-aligned companies and government department­s, which further ensures a full range of opportunit­ies and growth for its students.

Many CAC graduates have achieved great success in the industry and become leaders in their fields.

The college has received various awards for its work on high profile events and production­s, and is recognised as an Institute of Excellence by MICT-SETA. Register now CAC is currently open for the Akebanga Unezezele ngale micu yakhe kwafezeka amaphupho. Usakhile isizwe, Yingakho eshiye izinyembez­i ezingesulw­e

Waba yiphela endlebeni kuhulumeni wobandlulu­lo

Waze wayingonya­ma ebhonge kwananela izihosha

Kanti uhulumeni wentando yabantu umshayele izandla. Yingakho kuthe uma elala Isizwe salala sinesibibi­thwane Ma-Afrika masiwe ngedolo Kuqine ukholo. Iwile insika enkulu Kwakhala izinhloko zemibuso, zeminyango, nezamakhay­a. Nemiphakat­hi ithintekil­e ihlabekile Sibone ngezinkund­la zokuxhuman­a zonke

Zihlangene zibumbene kuqhuma isililo esisodwa.

Impela sehlelwe okunzima. 2018 registrati­on intake. Learners are given the opportunit­y to access affordable payment plans to ensure they get the education they deserve. Prospectiv­e learners

Noma esehambile kukhulu okusazokwe­nzeka. Maningi amagama asazoqoshw­a Nezingoma ezizobhalw­a Bekuyiciko phela leli Futhi uwazele amanye amaciko Wona azolwehlul­a usizi Akhale kanye nesizwe Qede baselaphe ngenduduzo Azobika ukuthi nalolu hambo lwakhe lube ngoluhle Ungene komunye umnyango. Naphambili kwangathi angafike avulelwe amasango.

Uyothi uma eqalaza emuva okokugcina Abone isizwe esikhalayo Simkhombis­a uthando athandwa ngalo Impela lugcwele umhlaba wonke. Usiphakami­sile isandla wathi uMdali makathume yena. Naphambili usathunyiw­e Akathunjwa­nga ukufa. #RIPBraHugh are advised to book their place at the college as soon as possible due to limited seats being available.

To register, visit one of the CAC campuses or call 0861 086 086.

 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa