Ezithusayo ngesifo somdlavuza
IZITIMELA ZISENGCUPHENI YOKUVALWA KULELI
Bhuti Ka Skhwebu Gumede: Le mali ngabe isiza thina futhi sithole le mfundo yamahhala esiyifunayo, okubi nje laba bantu abenza lezi zinto abekho ezinkundleni zokuxhumana awubazi bayingxenye yamuphi umphakathi. Asiyeke ubuhlathi singabantu abamnyama. Akekho uhulumeni, uhulumeni yithi.
Sizwe Qwabe: Angithi laba abazishisayo bafuna kanye lokho! Aziphele-ke bese beyohlukumezeka ematekisini ukuze bezoswabuluka KULINDELEKE ukuthi sikhule isibalo sabantu ababulawa yisifo somdlavuza emhlabeni eminyakeni eyishumi ezayo.
Njengamanje balinganiselwa ku8.2 million abantu ababulawa wumdlavuza emhlabeni, u-4 million wabo ngabantu abashona ngaphambi kwesikhathi sabo okungabantu abaneminyaka ephakathi kuka-30 no-69.
Eminyakeni eyishumi ezayo kulindeleke ukuthi lesi sifo sibulale abantu abangu-14 million ngonyaka.
Isikhulu seCansa, uNkk Elize Jourbert uthe kumele emqondweni. Kade babekhuzwa ngokuthi bangashisi abanakho ukufuna abangenakho, kodwa abezwa. Stheh Myeza Ka Mkhize: UPrasa uyadlala ngabantu benkosi futhi okubuhlungu iziphathimandla ziyazi ngalokho kepha zihudula izinyawo. Isonto lonke eledlule izitimela zaseMlaza bezibheda. Kona angihambisani nokuthi zishiswe izitimela kodwa abantu bakhathele wukuxhashazwa uPrasa ubaphathisa okwezilwane. izikole, imitapo yolwazi, imitholampilo, abezemidlalo nabantu ababhekele ezemfundo bakhuthale bafundise ngalesi sifo.
UNkk Jourbert ubesho lokhu izolo njengoba bekuwusuku lokukhumbula abaphethwe yilesi sifo olubuye lusetshenziselwe ukhumbula abashona bephethwe yiso nokuqwashisa ngaso, i-International World Cancer Day.
“Siyazi ukuthi lezi zinhlaka ziyafundisa ngalesi sifo kodwa siyagqugquzela ukuthi nomphakathi wonke ubambe iqhaza ufundise abantu abasha ngezindlela zokuzivikela kulo
IKHATHAZA ABAZALI EYASE-COM TECH
Zungu Buhle EMandeni: iCom Tech iyamangaza ngoba phela abazali bakhipha imali eshisiwe laphayana. Nami ngabaleka ngixoshwa yischool fees, ingane yami ngayiyisa eDlangezwa ngoba ischool fees salaphaya siyancinza abakahle ukuganga
Phumlani Muthwenyongo Langa: Ngeke bangakhathazeki ngempela ngoba uma kuneqiniso kumele ngabe abazali bazisiwe ngale nkinga bangafihlelwa ngalo monakalo.
Jlcm Lindahh: Okusho ukuthi selokhu wafakwa awukaze ukhokhelwe mbulalazwe,” kusho yena.
I-CANSA inezinhlelo eziningi zokuqoqa imali esetshenziswa ezinhlelweni zokwelapha nokunakekela abanalesi sifo, phakathi kwazo kukhona uhlelo olwaziwa ngeGijima for Cancer okuwumjaho oba KwaZulu-Natal neLaceupforCancer eba seWestern Cape. Yomibili le mijaho ibikhona izolo.
Inhloso yayo bekuwukukhuthaza abashonelwa yizihlobo nabathandiweyo babo ababephethwe yilesi sifo ukuthi bavuke bazithathe, baphumele emphakathini bakhulume ngalesi sifo.