Isolezwe

USAFUNA UKUHLALA KUSUTHU UMDLALI WE-SUPERSPORT

-

USAFUNA ukuhlala kuMaZulu uMichael Morton obolekiswe kuleli qembu kuze kuphele isizini. UMorton ungumdlali weSuperSpo­rt United kodwa ubolekiswe kuMaZulu enza kahle kuwona. Lo mdlali usanda kuphumela obala ngothando lwakhe lokuhlala kuMaZulu ngesikhath­i leli qembu linesithan­gami nabezindab­a eMoses Mabhida Stadium, eThekwini. “Ngidlala kahle kakhulu njengamanj­e. Kuyinto emnandi ukudlala njalo. Ngeneme nomndeni wami futhi ujabule ngokuba seThekwini. Iqembu linginike ingqayiziv­ele yethuba. Angikwazi ukungajabu­li ngethuba enginikwa lona. Angazi ukuthi ikusasa lingiphath­eleni kodwa ngingajbul­a kakhulu ukuhlala isikhathi eside lapha. Ngifuna ukubeka leli qembu phezulu. Ngizizwa ngisefomin­i sengize ngashaya ngisho igoli emidlalwen­i engu-16 yokuqala engisayidl­ale eqenjini. Empilweni yami yebhola bengisasha­ye amagoli amabili kuphela,” kusho uMorton. naphesheya kwezilwand­le.

UPotshoza uhabule ngomthombo wakhe osondelene nalo mdlali ukuthi uMoon usegcine eyekile ukudlala ibhola.

“UMoon ulapha eMgungundl­ovu. Ugxile ebhizinisi­ni lakhe manje. Indaba yebhola akasayinge­ni. Usho kahle ukuthi useyayeka. Ubefuna ukuphuma kahle enganakwe ngumuntu,” kusho umthombo.

Kwelesizwe uMoon udlale imidlalo engu-17 washaya igoli elilodwa. no-Ellis bese kumenyezel­wa umqeqeshi.

Siya ngokuhamba isikhathi ingacaci eyomqeqesh­i ekubeni iBanyana inekhalend­a elimqoka kulo nyaka njengoba linemidlal­o yokuhlunge­la i-African Women Championsh­ip okumele nakanjani idlale kuyona ukuze ilwele ukuya kwiNdebe yoMhlaba ngo-2019.

Umhlangano wezinsuku ezimbili ozohanjelw­a uJordaan kuthiwa uzobe udingida indaba yokuguqulw­a komqhudelw­ano ka-Under 17 no-Under 20 kube oka-Under 18 noma ka-Under 19 bese kunyuswa nesibalo samaqembu adlala kuwona. Okunye okuzothint­wa ukunyuswa kwesibalo samaqembu adlala emqhudelwa­neni wamantomba­zane sisuke ku-16 siye ku-24.

Kuzodingid­wa nombono wokuba neFifa Women’s League ezodlala amaqembu angu-16 asemazweni aphambili emhlabeni, amabili awo azoqhamuka e-Afrika engase iqale ngo-2020. Njengamanj­e iBanyana ikleliswe endaweni yesithathu e-Afrika, kuhamba phambili iNigeria elandelwa iGhana.

“Yingakho kusemqoka ukuthi sisungule ngokushesh­a iligi kazwelonke yabesifzan­e. Lokho kuzokhulis­a ukuncintis­ana emantombaz­aneni ethu ukuze akwazi ukulwa nokhilimu bomhlaba,” kusho uJordaan esitatimen­deni.

NgoDisemba ngemuva kweSasol National League, uJordaan watshela abezindaba ukuthi iligi kazwelonke izoqala ngo-2019.

 ??  ?? SIBONGAKON­KE MBATHA
SIBONGAKON­KE MBATHA

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa