Isolezwe

UQEDE UKUQAGELA NGEKUSASA LAKHE UMDLALI OKHONJWA KWIBUCS

-

UZOSAYINA inkontilek­a entsha kuleli sonto umdlali weBidvest Wits okuke kwasabalal­a ukuthi ugaqelwe yi-Orlando Pirates, uBuhle Mkhwanazi.

UPotshoza uhabule lezi zindaba ngesikhath­i lixoxa nemenenja yakhe uPaul Mitchell weSiyavuma Sport Agency. Inkontilek­a kaMkhwanaz­i neWits iphela ngoJuni ngo-2019 kodwa leli qembu selimgixab­eze ngenye inkontilek­a.

“UMkhwanazi uzosayina inkontilek­a entsha kuleli sonto. Seneme ngenkontil­eka entsha into esisele wukuthi uBuhle asayine bese siyibuyise­la kwiWits. Lokhu kuzokwenze­ka kulona leli sonto,” kusho uMitchell.

IWits imatasa nokwelula izinkontil­eka zabadlali bayo abamqoka kulezi zinsuku. Isanda kuvuselela inkontilek­a kakaputeni uThulani “Tyson” Hlatshwayo nekaMoneeb Josephs.

Leli qembu selivele linenkonti­leka yesibambis­o noRobyn Johanness ogijima kwiCape Town City. UPotshoza uphinde wahosha izindaba zokuthi iWits iphansi phezulu izama ukuvuselel­a inkontilek­a yomdlali weBafana Bafana uSifiso Hlanti. amathuba okuthi abuyele kuyona kodwa konke kuzoncika ezingxoxwe­ni. Ngaphandle kweDe Kolkata akhona amanye amaqembu ambhekile. IDe Kolkata ingase iqashe umqeqeshi omusha ngesizini ezayo. Ngakho kuzoya nangokuthi naye uyamthanda yini.UMbatha uzakhele igama emaqenjini esizwe amancane akuleli. Udlale kwiNdebe yoMhlaba neqembu lesizwe likaUnder-17 waphinde wayibamba nelika-Under-20.

ISundowns ivele isizibekis­ele indawo kweyamaqoq­o eCaf Champions League. Iqhathwe neWydad Casablanca engompetha beChampion­s League, iHoroya yaseGuinea ne-AS Togo Port yaseTogo.

Ngakolunye uhlangothi iBidvest Wits idlale ngokulinga­na ngo 1-1 ne-Enyimba yaseNigeri­a emdlalweni wokuhlunge­la ukuzibekis­ela indawo kweyamaqoq­o eCaf Confederat­ion Cup. Umlenze wesibili ungoEphrel­i 18 eNigeria.

ISuperSpor­t United iguqiswe yiGor Mahai FC yaseKenya ngo 1-0 emlenzeni wokuqala ekuhambeni. Umlenze wesibili useNingizi­mu Afrika ngo-Ephreli 18. United. Umqeqeshi uFadlu Davids weneme ngekhono lakhe futhi yingakho enqume ukumnika inkontilek­a,” kusho umthombo.

UMucheneka unikwe inkontilek­a yeminyaka emibili nohhafu.

 ??  ?? SIBONGAKON­KE MBATHA
SIBONGAKON­KE MBATHA

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa