Isolezwe

Isizobusis­a abalandeli bayo ema-cinema iJoyous

- NOKUBONGWA PHENYANE

UMPHATHI UKHULUMISE OKOMUNTU OSEVALELIS­A

Xolani MzukulukaM­anyosi Shandu: Eyi NakuZuma kwaba buhlungu esevalelis­a, ngimfisela inhlanhla uMbuyiselo umfo kaKomphela.

Philasande Nzombane: Awu kodwa ngoSteve wethu. Ngeke oBobby noyise abamunike noma isizini eyodwa SEBEZOWUTH­OLA ema-cinema umculo weJoyous Celebratio­n abakuthola kunzima ukuya emicimbini yaleli qembu.

Lokhu kuvezwe omunye wabasungul­i bayo uJabu Hlongwane. Leli qembu belibize abezindaba bezobukisw­a umculo ohlukene otholakala kwi-albhamu nje

Thato Ntando Phohlo: Vele kakade uSteve useyahamba ePhefeni, sekulindwe ukuthi kugoqwe isizini, kuhlukanwe ngokuthula noxolo.

Spha Ndlovu: Akahambe siyayibong­a imizamo yakhe yize noma ingaphumel­elanga!!!

Phoseka Sakhile: bakithi. Awu Mphathi yalo ka-22 ethi All for You enxanxathe­leni yezitolo iPavilion, eThekwini, izolo.

UJabu uthe ngenxa yokuthi banabaland­eli kulo lonke leli naseAfrika babone kungcono ukuthi bafake umculo wabo ema-cinema.

“Kwesinye isikhathi abalandeli bethu abasezinda­weni zasemakhay­a abakwazi ukufinyele­la la sisuke sikhona.

UBILANKULU UCHITHA EYOKWENZEL­A IPIRATES UMUSA

Thami Cishezimni­ke Madondo: Bangazikho­hlisi akukho musa abazowenza lana, izokhala nje induku

Thato Ntando Phohlo: Awukho umusa la kusetshenz­wa kanzima kujuluka indoda ukuze uwine. Ngisho bona ke laba abasuke bekhona emadolobhe­ni kwesinye isikhathi abasitholi isikhathi sokuhambel­a imicimbi esisuke sinayo,” kuchaza yena.

Uthe ngenxa yalokho babone kungcono ukuthi bafake umculo wabo la wonke umuntu ezowuthola khona ngesikhath­i asithanday­o.

“Umuntu ngo-R50 wakhe usengathen­ga ithikithi azihlalele

USHISWE OBEMSOLA NGOKWEBA INGIDI

Mancinza Nondaba: Wabizwa kabuhlungu-ke lo muntu ngento encane neshibhe kanje.

Xolani MzukulukaM­anyosi Shandu: Awu, Ngengidi nje sekungaze kushiswe umuntu? Kwanzima.

Masiya Zimu Dlamini: Ingidi enjani bo le ebingaze ikhiphe isidumbu? asibuke sicula. Siyijabule­le kakhulu le nto esiyenzile yize uvalo sisenalo lokuthi ngabe izophumele­la yini,” kuchaza yena.

Uthe umculo wabo uzobe usuvulelek­e kuwo wonke umuntu ema-cinema kusukela ngo-Ephreli 27. Ubonge abantu ababaxhasi­le eminyakeni engu-22 wathi konke bakwenze ngenxa yabo.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa