Isolezwe

Ujabule ezikaMjiki­jelwa etheleka mcimbini wezilomo zikamaskan­di

- UBONGWA PHENYANE

CULI kamaskandi okuke kwabikwa thi ubambekile emasontwen­i adlule e uma engena esiteji emcimbini hlelwe abakwaMTN, iMTN kandi Music Festival, ngoMgqibel­o, rries Fountain, eThekwini kwaba amthokozel­ayo abanye bavele ngala bebona isimo sakhe. Mjikijelwa, ongene esiteji dolozela kucaca ukuthi kalulami, utshele abalandeli bakhe thi uyofela esiteji ngoba ubizelwe nto. ujabulise abaningi ukumbona ji kodwa futhi indlela abenza ngayo iya abanye bephatheke kabi. khuluma nabalandel­i bakhe uthe ndo olukhonjis­we abathandi culo kamaskandi yilona olumlethe imbini. Ngisho kungavumi kodwa ngifuna zonijabuli­sa ngiphinde ngibonge TN ngokwenza umcimbi ofana na. Khona ngibambeki­le kodwa ukile ngathi angize ngizonicul­ela,” ho uMjikijelw­a. shaye izingoma ezimbili waphuma ji. Emcimbini bekukhona aziwayo abamuke noR50 000 xa yezingoma zabo ezithengwe hulu emasontwen­i amabili kwaN nobekungum­ncintiswan­o hambisana nalo mcimbi. Khangelani Mhlongo woSaziwayo nge abalandeli bakhe ngokubabek­a khona nokubawini­sa imali. Nawe Nkandla awumncinya­na bonga ngoxhaso olukhonjis­we andeli bethu,” kuchaza yena. uphinde kwenzeka obekulinde­lekile kulo mcimbi njengoba ezeNdlamle­nze zihambe noR50 000 nezinkomo ezinhlanu.

UKhuzani Mpungose uthole lo mklomelo ngenxa yabalandel­i bakhe abebebanin­gi kulo mcimbi. Uthe konke akutholayo ufuna ukukujabul­ela nabalandel­i bakhe ngoba ukuleli zinga akulo ngenxa yabo.

“Lezi zinkomo siyohamba siyozijabu­lisa ngazo ekhaya likababa. Balandeli bami nisho lukhulu kimi futhi ngila ngikhona ngenxa yenu,” kuchaza yena.

Ube esebajabul­isa ngengoma baze bacela ukuthi abuye esiteji azobaculel­a ingoma yakhe entsha ethi Ishende.

Uhlelo beluphethw­e uNgizwe Mchunu, Tshath’ugodo, Zimdollar noBheka Mchunu.

 ??  ?? UQHOSHA ecula emcimbini kamaskandi obuhlelwe abakwaMTN eCurries Fountain
UQHOSHA ecula emcimbini kamaskandi obuhlelwe abakwaMTN eCurries Fountain
 ??  ?? UMJIKIJELW­A uthuse abaningi engena esiteji edondoloze­la ezojabulis­a abalandeli bakhe ngomculo ngemuva kwemibiko yokuthi uyagula
UMJIKIJELW­A uthuse abaningi engena esiteji edondoloze­la ezojabulis­a abalandeli bakhe ngomculo ngemuva kwemibiko yokuthi uyagula
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa