Isolezwe

Babes Wodumo senamashey­a eWest Ink

- ELESIBONGE BENGU

PHATHI kaBabes Wodumo, mpintsha, uthi uyaziqheny­a mpumelelo yeciko lakhe uBabes gangoba useze wamgixabez­a gamasheya enkampanin­i. Mampintsha ungumphath­i weWest Records okuqopha kuyo uBabes. Uma uqaphela ekhasini lami stagram ngihlala ngizifakel­a uBabes a usebenza nami ngokweqini­so. aka isosha lami,” kusho mpintsha, othe kuyimfihlo ukuthi sheya mangaki. the kuningi abantu abasazokub­ona ela kuBabes kulo nyaka. Uzoqala imicimbi, i-One Woman w, ezohambela izindawo ngezindawo. khipha izingoma ezizokwand­ulela hamu azoyidedel­a ngoDisemba i uzogxila kakhulu emazweni aseka naphesheya, njengoba sesiqalile benza noKendrick Lamar kwiBlack ther.” the abantu abakhuluma kabi ngaye mfamona ezikade zamqala kusukela gula iWest Ink. Umuntu omnyama uzalwa nomona wa ufunda ukuwulawul­a ethi; Nkosi ela unginciphi­sele ungabi mkhulu,” ho uMampintsh­a. Baningi bazama ukungiwisa kodwa ele bavume ukuthi ngeke kwenzeke. lale bekhuluma bethi uBabes abule ngaphansi kwesandla sami, i ngiyammone­zela. Ukube kunjalo be kade ahamba. gingafike ngivumbulu­le ikhono Babes kubuye kube imina ngamfiseli impumelelo? Lezi ulumo aziwakhi umqondo. Into phambili ukuthi unamasheya ampanini, singophath­ina ngoba enza ngokuzimis­ela. Ayisekho manje into ezothusa abantu abazoyisho ngoba kade baqala ukungikhul­uma.”

Uthe baningi abantu abathanda ukukhuluma ngaye, yikho esebakheth­a. “Isikhala sami ngithanda ukusinciph­isa manje. Angisafuni ukusiza umuntu ngaphandle kwenkontil­eka ngoba phambilini umuntu bengifike ngimdumise aphinde abaleke,” kuqhuba uMampintsh­a.

Uthe yena usezihlale­la endlini aphume kuphela uma eyosebenza ngoba ebalekela ukukhuluma.

 ??  ?? ISIKHULU seWest Ink, uMampintsh­a, sithi kuningi abantu abasazokub­ona kumculi waso uBabes Wodumo
ISIKHULU seWest Ink, uMampintsh­a, sithi kuningi abantu abasazokub­ona kumculi waso uBabes Wodumo

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa