Isolezwe

‘Uzinzo e-Afrika luyoheha abatshalim­ali’

- MLUNGISI GUMEDE

KUSOLWA ISOKA NGOMFUNDI ODUTSHULIW­E

Bona Bonabenza: Ewu umuntu wesilisa ufuna kube nguye kuphela umephuli wezinhlizi­yo, uma sekuphulwa eyakhe uyahluleka ukuphuza umuthi wakhe, abone kufanele abulale yena.

Zama Hlongwa: Amadoda asezibonel­a intuthwane la kuthina, #SEKWENELE nathi sisakuthan­da ukuphila. Terrence Mabhodla: Ayi madoda, khuzekani manje ayikho le nto eseniyenza OMASIPALA BASE-KZN BAXHAPHAZA IMALI

Khuh Pastor Bae Mgabhi: Ewu futhi lo walana Thekwini ngathi uyabukisa ngenkohlak­alo. Ungasho nje ukuthi wawavumela kanjani AmaDelango­kubona alawule ezamathend­a la eThekwini?

Sizwe Mthombeni Duma: Ngeke kusize lutho ukutshelwa ngokumosha imali kanje kodwa kungekho oqondiswa ubugwegwe.Imali ineminyang­o eyilawulay­o komaspala, abaphathi baleyo minyango yiziphi izinyathel­o asebethath­elwe zona?

Musani ukudlala ngathi sibhekile bakwethu.

Sfiso Myeza: Weeee uMaspala weTheku engabe kwakhala nyonini. Abantu baceba bodwa nje. UJALI SEKUSEDUZE ASAYINE KWI-CHIEFS

Sfiso McDondo: Akahambe impela ayekwiMpof­u, ngesizini ezayo izihloko zezindaba ezingaye zizobe sezithi: Owaduma kuPirates akaneme kuChiefs

Felemntwin­i Mnikaziwem­puphu Idadalaman­zi Chonco: Khona kuzoke kuhlale uKatsande ebhentshin­i. okumele zibekwe eqhulwini.

“Kunemigomo eminingi esiyishayi­le ngesikhath­i sisengqung­qutheleni, eminye yawo ukuthathwa komhlaba ngaphandle kwezinxeph­ezelo, kumele siwuthathe umhlaba siwubuyise­le kubanikazi bawo ngoba akukwazi ukuthi u-87%, womhlaba ungaba sezandleni zedlanzana lapha ezweni kuthi u-13% kuphela kube yiwona osezandlen­i zeningi okuyilo elengabadi,” kusho uRamaphosa.

Uthe imithetho ebikhona phambilini ibivuna idlanzana labantu wathi konke lokhu kumele kuguqulwe.

“Kumele siliphile iphupho labaholi abafana noMnuz Nkwameh Nkrumah waseGhana, Motala Mohamed waseNigeri­a, Julius Nyerere waseTanzan­ia noDkt Nelson Mandela ababelwela ukuthi kube nokuthula e-Afrika,” kusho uRamaphosa.

Ubalule ezolimo njengeminy­e yemikhakha engathuthu­kisa ngokushesh­a leli zwekazi.

URamaphosa uphinde wanxusa ukuthi iphele nya indaba yokubulala­na lapha eKZN.

“UMandela ukube ukhona ngabe uyakukhuza lokubulala­na okwenzeka eKZN, sifisa siphele isihlava sokubulala­na kwamaqaban­e kube nokuthula,” kusho uRamaphosa.

UNgqongqos­he wezokuThut­hukiswa koMnotho nezokuVaka­sha KwaZulu-Natal uMnuz Sihle Zikalala ukhale ngobugeben­gu obudla lubi e-Afrika wathi bubalekisa abavakashi.

Wenze isibonelo ngeMozambi­que wathi amaphoyisa akhona aphuca abavakashi izincwadi zabo zokushayel­a nezimvume zokuba kuleliya lizwe afune ukuthi agwazelwe ngoR2 000.

 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ?? Isithombe: GCINA NDWALANE ?? ABAHOLI bevula ingqungqut­hela ye-African Renaissanc­e eThekwini izolo. Kusukela kwesobunxe­le uNgqongqos­he wezokuThut­hukiswa koMnotho nezokuVaka­sha eKZN uMnuz Sihle Zikalala, uMnuz Sbu Ndebele, uSihlalo we-African Renaissanc­e, uMengameli Cyril Ramaphosa,...
Isithombe: GCINA NDWALANE ABAHOLI bevula ingqungqut­hela ye-African Renaissanc­e eThekwini izolo. Kusukela kwesobunxe­le uNgqongqos­he wezokuThut­hukiswa koMnotho nezokuVaka­sha eKZN uMnuz Sihle Zikalala, uMnuz Sbu Ndebele, uSihlalo we-African Renaissanc­e, uMengameli Cyril Ramaphosa,...
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa