Isolezwe

UBALOYI UYASHIYA KWI-CHIEFS

-

USIHLALO weKaizer Chiefs, uKaizer Motaung, uvalelisil­e kumqeqeshi wonozinti uBrian “Spiderman” Baloyi okuthiwe uyagcina ekupheleni kwenyanga njengoba kuzobe kuphela nenkontile­ka yakhe.

“Ngiyambong­a ngakwenzel­e iqembu kusukela ebuyile lapha njengoba kuyohlale kuyikhaya lakhe. UBrian sambuyisa ngoba sinezinhle­lo ezinde ngaye kodwa usanda kusitshela ngesifiso sakhe sokuqhuba kweminye imikhakha. Simnikeze izibusiso futhi sizoqhubek­a nokusebenz­isana naye nangomuso,” kusho uMotaung esitatimen­deni esikhishwe yiqembu izolo ntambama.

UBaloyi ubuyele kwiChiefs kumasizini amabili edlule njengoba eke wasebenza nakwiMamel­odi Sundowns.

Uthe uzoqhubeka nokuvundul­ula ithalente lonozinti emazingeni aphansi.

“Ngakhulela kwiChiefs ngiyohlezi ngibonga ngethuba eyanginike­za lona ngize ngifike lapha engikhona namuhla,” kusho uBaloyi. sengathi lizogadla ngokuthi iSafa ikhiphe isinqumo esingafani odabeni lwePhiva Stars edlala kwi-ABC Motsepe League. IStars ilahlwe icala lokubophel­a umdlali ongafanele kodwa khona akuzange kuthathwe amaphuzu aphucwe yona anikwa izimbangi njengoba kwenzeke odabeni lwe-Ajax.

UPotshoza usengakush­o angafihli ukuthi le ndaba isimphathi­sa ngekhanda ngoba isiyimpica­badala. abasha abayisishi­yagaloluny­e. Lokhu kusho ukuthi baningi abasazomla­ndela baphume ngomnyango abebengadl­ali ngesizini edlule. Kulabo badlali kubalwa uJackson Mabokgwane, Bernard Morrison, Thami Sangweni, Marc van Heerden, Thabo Matlaba noMpho Makola. Sizimisele ngokukhuli­sa abantu abaqotho,” kusho uMokwena kubadlali abebethule belalele besonge izandla. Ukube uPotshoza ubekhona ubezonitsh­ela nokuthi bebenqekuz­isa amakhanda.

 ??  ?? BRIAN BALOYI
BRIAN BALOYI

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa