Isolezwe

UGCABA UPHAMBANE NABAFIKAYO KWI-PIRATES

-

NGEMUVA kokukhuhla ibhentshi nokuboleki­swa ngesizini edlule, kugcine kuqiniseki­siwe ukuthi

u-Ayanda Gcaba uyashiya kwiOrlando Pirates.

UPotshoza uhlangane nalezi zindaba ngesikhath­i ehaqazela efunda amaphephan­daba, ezifuna zishisa. Umzala wakhe anaye esitebelen­i esisodwa

i-Independen­t Media uthole ngemenenja kaGcaba ukuthi useyalishi­ya leli qembu.

“U-Ayanda uyashiya kwiPirates. Bekumele ivuselelwe inkontilek­a yakhe kodwa ithimba lethu liseGoli limatasa limzamela ikhaya elisha,” kusho uMike Makaab ophethe iProSport Internatio­nal.

UGcaba uhamba nje eZimnyama zimemezele abadlali

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa