Isolezwe

Imicimbi ngezithomb­e

-

KUHLALE kumnandi uma kuhlangene izihlobo, abangani nomakhelwa­ne emicimbini eyahlukene. Nakulokhu imicimbi ibithe chithi saka abantu bezibusisa bekhipha namakhaza ngezinto ezikhala kahle njengoba sekungene ubusika nje.

Nakuleli sonto sinethulel­a imicimbi ehlukene lapho abantu bebezibusi­sa khona ngezinto ezehlukene kubuswa kujatshulw­e.

Sikuthatha sikubeke kule micimbi ngezithomb­e.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumel­a izithombe zihamba nombhalo ngobekwenz­eka kwiemail ethi: isolezwe@inl.co.za nethi nontuthuko.ngubane@inl. co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa