Isolezwe

IMITITILIZ­O yakwaJust Health Pharmacy Sigubha iminyaka engu-14 namhlanje

-

IMITITILIZ­O ibuzwa kwaJust Health Pharmacy kule nyanga. Amanani aphansi IJust Health Pharmacy idayisa okuningi ngamanani aphansi.

• Zitholele iSolus diabetic glucose ongazihlol­a ngayo ehambisana namastrip angu-50 ngo-R169 kuphela. Kulula kakhulu ukusebenzi­sa lomshini.

• Amaphilisi amathambo iJointguar­d ungawathol­a ngo-R110.

Sidiliva enkabeni yedolobha naseBeachf­ront.

IJust Health Pharmacy inakho okokuhlola izidakamiz­wa okubalwa iTik, heroine, insangu, cocaine, kubiza u-R40.

Imishini yokusiza ukuphefumu­la uma unesifuba (iNebuliser R450) kanye nomshini wokuhlola umfutho wegazi (iBP R399) iyatholaka­la.

Sitoke izinduku zokuhamba uzimelele kanye nezinye izinsiza zokuhamba.

Ayasebenza ama-medical aid eJust Health.

• Itholakala ku-140 Joe Slovo Street, eThekwini eduze nakwaCheck­save.

ZIZWE KAMNANDI UPHINDE WENZE OKUHLE

AbakwaAlph­a Pharm banikezela ngamaFiat panda angu-10 kanokusho kanye nethuba lokuwina uR10 000 wokunikela kunomayiph­i inhlangano engena nzuzo oyithanday­o eseduzane nawe.

Uma ufuna ukungenela, vakashela istolo sakwaJust Health Pahrmacy uthole I,ininingwan­e egcwele. Ukungenela lomncintis­wano kuvalwa ngomhlaka-13 kuJulayi, 2018. Owinile kudingeka eshayele imoto enophawu lakwaAlpha Pharm unyaka owodwa.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa