Isolezwe

UBonang uboshelwa ukungakhok­hi intela

- FANELESIBO­NGE BENGU

KUKHISHWE incwadi egunyaza ukuboshwa kukaBonang Matheba enkantolo ebhekene namacala athinta imali eGoli ngemuva kokuthi lo saziwayo ehlulekile ukuvela kuyo ngecala lokukhwaba­nisa izolo.

UBonang akekho kuleli njengoba eseNew York lapho kuqhubeka khona umhlangano weNhlangan­o yeZizwe. Ubephethe uhlelo lwengxoxo ebizwa nge Leave No Girl Behind, obekudingi­dwa udaba lokuthuthu­kisa abesifazan­e emhlabeni.

Kusasa uzobe ethamele ikhonsathi iGlobal Citizen Festival khona eNew York, okuyikhons­athi azophatha uhlelo lwayo uma isikuleli ngoDisemba 2.

Umshushisi, uDuduzile Robertse, uthe waziswa ngecala ngoSepthem­ba 10 futhi isimemo sokuya e-United States wasithola ngoSepthem­ba 17.

Uthe incwadi egunyaza ukuboshwa kwakhe izosetshen­ziswa ngo-Okthoba 4, okusho ukuthi uma uBonang ehluleka ukuvela enkantolo ngalelo langa, uzoboshwa.

UBonang uthweswe icala lokungayik­hokhi intela yakhe phakathi kuka-2008 no-2017 neyebhizin­isi phakathi kuka-2014 no-2017. Imali ayikweleta­yo ayidalulwa­nga.

Abazali bakaBonang bebekhona enkantolo.

Ummeli wakhe uCharl Coetzee, uthe uBonang useNew York kwiNhlanga­no OWE-DOWNS UZOBANGISA­NA NOKHUNE

Mbongi Dlamini: Kusenaleya nto emdlayo ngaphakath­i yingakho kuthi akagonyulu­ke nje.

Sbonelo Khumalo: Uyaphupha, ucabanga ukuthi engadlela uKhune ijezi wahluleka esakwiChie­fs

Lungelo Ntombela: UKhune akabangisa­ni namasaka

Nhloso Bhuti Zondi: Izifiso nje lezo

Nicholas Mtshali: kancane lona hawu! Akasimele yeZizwe futhi uzothamela ikhonsathi ngoMgqibel­o. Utshele inkantolo ukuthi nakanjani uBonang uzobe ekhona enkantolo ngoOkthoba 4. Uthe ngesikhath­i ethunyelel­wa amasamanis­i ngoSepthem­ba 10 wayeseNew York emcimbini iNew York Fashion Week. Okhulumela uphiko lwezokuShu­shiswa koMphakath­i, uPhindi Mjonondwan­e, uthe incwadi egunyaza ukuboshwa isho ukuthi izobanjwa kuze kube wu-Okthoba 4 ngenxa yokuthi amasamanis­i awanikezwa­nga uBonang siqu sakhe. “Uma ehluleka ukuvela ngomhlaka-4, izobe isisebenza. Ufana nawo wonke umuntu futhi ngeke aphathwe ngendlela ekhethekil­e,” kusho uMjonondwa­ne. NgoLwesith­athu umlingisi weGenerati­ons: The Legacy, uRapulana Seiphemo, naye ubevele enkantolo efanayo ngamacala athinta ukungayikh­okhi intela. African News Agency leli lingihlula kwamanje ukulibiza maye.

Sifiso Perfect: Sekonakala konakala akuqhubeke lona leli elikamaska­ndi ngoba vele selajwayel­eka

Mlungisi Ndlovu: Akacule lowo adume simazi sonke ahlukane nento engenamseb­enzi KUDUTSHULW­E USOMATEKIS­I NOMZALA WAKHE

Sthubeni Sjekula: Uma kukhulunyw­a ngedimoni kukhulunyw­a ngebhizini­si lamatekisi.

Abakhuli yini kanti abantu bamatekisi! Bayobulala­na kuze kugcinephi?

 ?? Isithombe: SIBONELO NGCOBO/AFRICAN NEWS AGENCY (ANA) Isithombe: BOXER NGWENYA ?? IDISTRUCTI­ON BOYZ ihlomule ngendondo yeBest Gqom Record of the Year kumaSouth African Dance Music Awards South Africa, eBoksburg ngoLwesith­athu ebusuku UBONANG Matheba bekumele avele enkatolo izolo ngecala lokungayik­hokhi intela icala lakhe lahlehlise­lwa u-Okthoba 4
Isithombe: SIBONELO NGCOBO/AFRICAN NEWS AGENCY (ANA) Isithombe: BOXER NGWENYA IDISTRUCTI­ON BOYZ ihlomule ngendondo yeBest Gqom Record of the Year kumaSouth African Dance Music Awards South Africa, eBoksburg ngoLwesith­athu ebusuku UBONANG Matheba bekumele avele enkatolo izolo ngecala lokungayik­hokhi intela icala lakhe lahlehlise­lwa u-Okthoba 4
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa