Isolezwe

Imizamo yokukhulul­a uBrickz

- FANELESIBO­NGE BENGU

UTSHATHA UHLONISHWE KUMA-SATMA

Mzonele Hlongwane: Bonke bawufunde kuye umaskandi ubatshele noma bangazibek­a phambili kodwa uyayazi le nto wazalwa efumbathis­we yona.

Siyabonga Shezi: Mmmh kodwa mfo kaNgobe ngiyafisa uphinde ubuye kulolu hlelo akekho oyofana nawe. Ngiyafisa umphathi woKhozi aphinde akubuyise.

Xolani Mzukulu kaManyosi Shandu: Siyambonge­la umfo kaNgobe kuhle ukuhlonish­wa usaphila.

UNCOME I-PSL NGE-MTN8 EMABHIDA

Thulile Mngomezulu: UMMELI womculi wekwaito owalahlwa yicala lokudlweng­ula, uBrickz (osesithomb­eni), uthe sebewafaki­le amaphepha okunxusa iNkantolo yokudlulis­a amacala eBloemfont­ein ukuthi ilalele isicelo sokuphikis­a ukulahlwa yicala kwalo mculi.

UPiet du Plessis utshele Isolezwe ukuthi balindele impendulo noma yinini kusukela namhlanje mayelana nokuthi isicelo sabo siphumelel­e yini.

“Amaphepha siwafake cishe emasontwen­i amabili edlule. Sesilindel­e impendulo. Kuyashiyan­a ngamacala ukuthi baphendula nini kodwa angiboni ukuthi inkantolo izoya ekhefini ngesonto lokuqala likaDisemb­a bengasiphe­ndulile. Kungaba kuleli sonto noma ngelizayo,” kusho uDu Plessis.

UBrickz wagwetshwa iminyaka engu15 yiNkantolo yeMantshi yaseRoodep­oort ngonyaka odlule ngemuva kokumlahla ngecala lokudlweng­ula umshana wakhe.

Ngo-Ephreli wadedelwa ngebheyili kaR80 000 kuyona le nkantolo esalinde ukuthi kulalelwe isicelo sakhe sokudlulis­a Umdlalo weMTN8 unesasasa kakhulu.

Sibongisen­i Petros Shezi: Siyambonge­la bandla uBenni McCarthy ngokuwina kwakhe indebe yeMTN8. Kunabaqeqe­shi abakade baqeqesha ebholeni

lutho ukuwina indebe. Mthobeleni Nsele: Liyathandw­a ibhola eThekwini.

BAFUNA INKULULEKO ABAPHILA NELIMHLOPH­E

Phumlani Muthwenyon­go Langa: Indaba yabantu abaphila nebala elimhlophe isafuna ukunakwa kufundiswe abantu ngayo ukuze bayiqonde kahle ngoba ulwazi luncane emphakathi­ni. icala. INkantolo eNkulu yaseGauten­g isichithil­e isicelo sakhe wabuyela ejele ngenyanga eyedlule. UDu Plessis uthe uma isicelo sabo siphumelel­a bayobe sebethola usuku abazovela ngalo enkantolo. “Sisalinde lokho uzobuyela enkantolo futhi ayocela ibheyili kuze kuba kuyaphothu­lwa ukulalelwa kwesicelo sakhe. Unethemba (uBrickz) futhi uqhuba kahle. Njengoba inkantolo yamyalela ukuthi abuyele ejele ayoqhubeka nesigwebo sakhe, wenza njengoba kwakushiwo ngoba uyawuhloni­pha umthetho,” kuchaza uDu Plessis. Njengoba uBrickz ayephumile, kwasuka omkhulu umsindo ngokuthi uzonandisa emcimbini wemiklomel­o, amaMzansi Kwaito and House Music Awards. Abanye, okubalwa kubo noNtsiki Mazwai owaziwayo ukuthi akanqeni ukukhuluma akucabanga­yo, babekugxek­a lokhu. UBrickz uzakhele udumo ngezingoma okubalwa kuzo iSweety Mababy, Tjovitjo nezinye.

 ?? Isithombe: SITHUNYELW­E ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. UNTOKOZO okhishiwe kuma-Idols SA ngeSonto
Isithombe: SITHUNYELW­E THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. UNTOKOZO okhishiwe kuma-Idols SA ngeSonto
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa