Isolezwe

Kusolwa impi yezigodi ngobulawe ethunyiwe

- LUNGI LANGA

BANCOMA UNENE OWEHLE ESIKHUNDLE­NI

Mvelo Maphumulo: Wayekade esivumelen­i kwasekuqal­eni lesi skhundla ebe azi kuthi kunechasha­za elikhona? Ngabe ngempela ubehloniph­a isikhundla akuso noma kukhona akubalekel­ayo?

Mandla Hambavange­li Mnqondo: Abahambe vele bayizigebe­ngu uNene uyisibonel­o esihle.

Maxe Khothakome Wodumo: Inkomo uma ingena ediphini, amakhizane ayaziqatha­kela kodwa uNene uxoshiwe. Sekungacas­hwa nje ngesithuph­a kuthiwe usulile kodwa lokhu kokuqokwa kukaMnuz Tito Mboweni kube sobala ukuthi kade atshelwa ukuthi uzongena. INKINGA ISIMENZA INHLEKISA ESIKOLENI

Unique Mkhize: Eish, yaze yabuhlungu le ndaba! Sengathi uNkulunkul­u angaba nawo lo mndeni uthole usizo umntwana akwazi ukukhula efunda afeze izifiso zakhe naye.

Xoli Mchunu: Kwaze kwabuhlung­u kwangathi uJehova angaliveza icebo lokuthi isizakale. UFISA IBAFANA IMFAKE KWAWAPHESH­EYA

Robs Mfokazinja Ziyamkhonk­otha Mthembu: Azokuthath­a amaqembu aphesheya uma kuwukuthi okwenza eqenjini lakho nakuBafana uzoqhubeka ukwenze.

Sibongisen­i Petros Shezi: zakhe.

Asethembe ukuthi akushoyo kuyokwenze­ka. Kuyoya ngokuthi uzimisele kangakanan­i yena ngalokho akushoyo. Siyambonge­la ngezifiso yachitha.

Uthe yiyona ebithume uMfanafiki­le ngoba nayo inovalo lokuthi bangayitho­la bayilimaze uma iziyela esitolo.

“Siphatheke kabi kakhulu ngalento eyenzekile. Okubuhlung­u kakhulu ukuthi lo mfana ubemncane kakhulu. Kwamanje kunzima ngoba asisakwazi nokuzithum­a izingane ngoba sinovalo lokuthi uma zihlangana nalaba abanye zizolimala,” kusho uKunene.

Uthe kulindelek­e ukuthi kube nomhlangan­o maduzane okuzophind­e kudingidwe inkinga yokulwa kwezingane endaweni.

Uthe batholile ukuthi kukhona abantu asebeboshi­we mayelana nesigameko sokubulawa kukaMfanaf­ikile.

Okhulumela amaphoyisa KwaZuluNat­al, uLt Col Thulani Zwane ukuqinisek­isile ukuthi kuboshwe abasolwa abathathu ngalesi sigameko. Uthe kulindelek­e ukuthi bavele enkantolo yeMantshi oPhongolo namuhla.

 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa