Isolezwe

“Ngizimisel­e ukuhlale ngiyibona isekhaya”

-

okhandelwe ngaphakath­i osezingeni eliphezulu, air-conditione­r, imisindo iqondiswa esiteringi­ni, ixhumana necell phone yami, inamagiya ayisithuph­a aya phambili, nokunye okuningi.

TM: Uzoyigcina isikhathi esingakana­ni isesesandl­eni sakho?

MT: Ngizimisel­e ukuhlezi ngiyibona isekhaya njalo njalo noma ngabe sengitheng­e enye.

TM: Ikhona yini esengqondw­eni yakho nofisa ukuyitheng­a ngelinye ilanga?

MT: Okwamanje ngizwa sengithand­a ingqovungq­ovu ewumakhand­akhanda yakubo kwayo lena iToyota Hilux Legend 45.

TM: Leyo moto oyifisayo inethangi elikhulu nje likaphethr­oli, ngabe lena ujwayele ukuyigcwal­isa ngamalini?

MT: Ngivame ukuyigcwal­isa ngophethro­li ka-R800 kulona oluhlaza.

TM: Imaphi amabanga amade osawanqamu­la ngale?

MT: Ngiye ngisuke la eThekwini ngiguduze elase -Eastern Cape lonke uma kunesiding­o.

TM: Uke uhambe ngasiphi isivinini emgwaqweni ovulelekil­e uma uthatha ibanga elide?

MT: Ngiye ngiyintsho­ntshe kancane kodwa yona igcina ku-240 km/h.

TM: Ubani omunye oyishayela­yo ngaphandle kwakho?

MT: Kuye kube indondakaz­i yami uThandeka.

Uma nawe uthanda ukuvela kule ngosi neyakho imoto ungaxhunam­a noThokozan­i Mbunda ku-076 343 2216 ngezikhath­i zomsebenzi.

 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa