Isolezwe

U-GC akakwazi ukuchaza eyoZalo

- FANELESIBO­NGE BENGU

KUSUKE ISIDUMO ESIKOLENI ABAFUNDI BENENGWA UTHISHANHL­OKO

Bonga Gagashe: Akukaze kuhlangane ukufunda namanyala, siyoyicela ivuthiwe ngeke zibe nekusasa lezi zingane.

Thuthukani Leroy Mbatha: Thishomkhu­lu yeka kumile nokhula.

Sbonangaye Nxumalo: ISILOMO somlingisi woZalo, uKhaya Dladla, kasazi singabacha­zela sithini abalandeli baso abakhala ngokungabo­nakali kwaso kulo mdlalo.

UKhaya, ulingisa indawo kaGC emdlalo okhonjiswa ngo-8.30 ebusuku phakathi nesonto.

Ngesikhath­i kuqala isizini yesihlanu ngesonto eledlule, abadidiyel­i bathe bazombiza uma bemdinga.

Abanye bababukeli babhala ezinkundle­ni zokuxhuman­a ngokungabo­nakali kwakhe.

“Angazi ngingathin­i kubantu ngoba bekungeson­a isinqumo sami.

“Akuhlalwan­ga nami phansi ukuze sikhulume, ngibone sekunesidi­didi nje. Kade kwasa kuhamba abalingisi abadumile njengoGxab­hashe, Nombuso noThobile, angazi sekuyini manje leya.”

Uthe uma bemdinga uzoya koqopha.

“Ngeke kodwa ngihlale ngilinde ukuthi ngifonelwe, impilo iyaqhubeka. Ngiyathemb­a futhi ukuthi uma befona ngizobe ngingekho matasa.”

NgoLwesihl­anu lo mlingisi Abazali kumele babambane bazixebule ngemvubu ngokwabo ziphindele esikoleni zikhala. Sihle Khuluse: Amalungelo abanye bethu bawasebenz­isa kabi agcine elimaza bona nekusasa labo. Makhosazan­a Mlangeni: Niyomkhumb­ula ngelinye ilanga. KUHLASELWE KWABULAWA ISIKHULU uqokwe kumaSouth African Film and Television Awards (Saftas). Ufakwe emunxeni weBest Supporting Actor - TV Soap lapho SIKAMASIPA­LA

Sizeni MaDlamini OkaMalande­la Gasa: Kunzima bakithi. Abantu sebebulawa njengezint­uthwane.

Khuleh W Mgabhy: Eyi kodwa kazi siyobaleke­laphi kule lizwe yilezi zinkabi ezingabosh­wa zibe zaziwa.

Smindlo Somahhashi: Bambulele kodwa nabo bayohamba ngaso isibhamu.

Mxolisi Eddison Mlambo: Kuyoze kube nini? eqhathwe khona no-Abdul Khoza (Qaphela - Isibaya) noMelusi Mbele (Bhekumuzi - Isibaya).

“Ngithukile kodwa ngijabule. Ukuqokwa kukodwa kusho lukhulu. Ngangithi abasifuni kodwa ngemuva kokuqokwa komdlalo ngonyaka odlule kusho ukuthi yavuleka inhlanhla.

“Lokhu kuzongivul­ela neminye iminyango ngoba ngizoqhube­ka nokulingis­a hhayi kuZalo kuphela ngoba anginankin­ga nokujoyina eminye imidlalo,” kusho yena.

Uthe ukulingisa emidlalwen­i owuchungec­hunge kukwenza udume kodwa kumele uzame nokunye.

“Kunobuhle nobubi bakhona. Kufana nomsebenzi ophelele ngoba uhlala amahora angu-12 uqopha ungasithol­i isikhathi sokwenza ezinye izinto.”

Uthe kulo nyaka uzogxila nasemculwe­ni futhi kukhona akuhlangan­isa noLinda Gcwensa, ekupheleni kwenyanga uzokwethul­a izicathulo zakhe futhi kukhona uhlelo lwethelevi­shini asalupheka.

“Ngisasakaz­a kwiGagasi FM. Ngiyalujab­ulela uhlelo lwami ngoba ngenza enye yezinto engizithan­dayo.”

 ?? Isithombe: MOTSHWARI MOFOKENG ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. UKAGISO Lediga ongumdidiy­eli wefilimu ema-cinema iMatwetwe eyenza kahle
Isithombe: MOTSHWARI MOFOKENG THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50. UKAGISO Lediga ongumdidiy­eli wefilimu ema-cinema iMatwetwe eyenza kahle
 ?? Isithombe: INSTAGRAM ?? UMLINGISI uKhaya Dladla uqokwe kumaSaftas ngendawo kaGC ayilingisa kuZalo
Isithombe: INSTAGRAM UMLINGISI uKhaya Dladla uqokwe kumaSaftas ngendawo kaGC ayilingisa kuZalo

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa