Isolezwe

Uzoqhakamb­isa i-Afrika emhlabeni

- FANELESIBO­NGE BENGU

UMLINGISI uThapelo Mokoena uthi umkhankaso wokuwelisa ithalente lase-Afrika liye phesheya kwezilwand­le uhamba kahle ngemuva kokuthola umsebenzi wokulingis­a emdlalweni waseUnited Kingdom.

UThapelo, odabuka eMnambithi, uzolingisa emdlalweni iBullet Proof 3.

Izolo emini ngesikhath­i ethintwa uthe umatasatas­a uyoze akwazi ukukhuluma kahle ngalokhu ngesonto elizayo.

Nokho ekhasini lakhe le-Instagram ubhale ukuthi: “Indaba iphumile. Yisikhathi sethu manje! Ngijabule futhi ngiyaziqhe­nya ukuba yingxenye yalo mdlalo omangalisa­yo wase-UK. Umkhankaso wokuqhakam­bisa i-Afrika emhlabeni uhamba kahle,”kusho uThapelo.

Uthe uzodlala indawo ephambili emdlalweni okhuluma ngamaphoyi­sa lapho ezolingisa khona no-Ashley Walters odume elingisa kwiGet Rich or Die Tryin’, Ricky in Bullet Boy nakwezinye izindawo, Noel Clarke noVanessa Vanderpuye.

Ubonge ngokuthenj­wa ngale ndawo ayilingisa­yo.

“Nkulunkulu ngiyakubon­ga. Umdlalo wethu omangalisa­yo, iTrackers, ukhonjiswe kwiHBO, Cinemax e-USA nakwiZDF

UZONDO UZOHLANGAN­A NGASESE NABAMELI UKUZWA NGOKUGULA KUKA-ZUMA

Robs Mfo kaZinja ziyamkhonk­otha Mthembu: Akalindwe aze asinde kuqhutshek­we nabanye kodwa umthetho udlale indawo yawo, ungachemi ngoba kuthiwa ubani uyagula. Uzosinda, ashone khona.

Sbonga Hlophe Kangozane: Yini umsebenzi wayo ngempela le Khomishini kaZondo? Into nje engiyibona­yo ngayo inezinhlos­o zokuthi kube khona abantu okumele amagama abo abemabi. Uma kungukuthi akunjalo, ayiqale ngama-80’s, iphenye ukuze sibone ukuthi ayisetshen­ziswa yini. eGermany emasontwen­i ambalwa manje ngisosukwi­ni lwesibili lokuqopha umdlalo wase-UK.”

Kwi-website yakhe ubhale ukuthi u-2020 uqale ngegiya eliphezulu kuye.

Uthe lo mdlalo ukhuluma ngamaphoyi­sa amabili uBishop (Noel Clarke) no-Ashley Walters

BAHLELA UKWENYUSA IZINGA LOKUPHASA EMAJELE ASE-KZN ATHOLE U-100%

Siliziwe Matshoba: Umfowethu wake waboshwa ngecala lokudlweng­ula. Emuva kweminyaka eyisithuph­a esejele, kwavela ubufakazi obusha bokuthi usejele ngecala angalenzan­ga. Waboshwa efunda u-6 (Grade 8) wabuya nesitifike­ti sika-matric, manje uyasebenza kumasipala. Kwangenele­la osonhlalak­ahle noMnyango wezokuHlun­yeleliswa kweziMilo, bamsiza wathola umsebenzi. Sfisoh Makhubu: Yena uthola iziqu, kweminye imizi izingane ziyeka isikole ngenxa yokungabi nomuntu ozisiza ngezinto zesikole. Angithi wamubulala. Bese nithi (Pike) ababhekene nezigebeng­u ezinzima eLondon.

Umdlalo ugqugquzel­we yifilimu iBad Boys okulingisa kuyo uWill Smith noMartin Lawrence.

Isizini yesithathu iqoshwa eKapa. kukhona ubulungisw­a la kuleli lizwe lethu. OWE-SSU USONGELA I-CHIEFS NGESELIGI

Vella King Nhlenyama: Baningi abantu abanamaphu­pho kanti ke ukuvele uphuphe emini kuyahlupha.

Ake bakhohlwe abaqeqeshi ukuzinyuse­la ushukela ngeKaizer Chiefs, abenze umsebenzi wabo abawuzela emaqenjini.

Maxè Khothakome Wodumo: Ngifuna kufike uMeyi ngizwe iKaizer icula leli culo elithi iKhosi alipheli moya.

Joe Mvelase Ka Mthembu: Animtshele nina enisondele­ne naye ukuthi ilanga lishisa kabi kulezi zinsuku ukuthi sesingaqal­a inkulumo-mpikiswano ngento ebonwa nayilawa maqembu adlala namhlanje (izolo) ukuthi iChiefs iyasithath­a isicoco

 ?? Isithombe: INSTAGRAM ?? UTHAPELO Mokoena, uzobonakal­a emdlalweni wase-UK, iBullet oqoshwa eKapa
Proof,
Isithombe: INSTAGRAM UTHAPELO Mokoena, uzobonakal­a emdlalweni wase-UK, iBullet oqoshwa eKapa Proof,
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa