Isolezwe

Isengcuphe­ni imiholo yaboKhozi

- NOKUBONGWA PHENYANE

INGASE iphinde inganyuki imiholo yabasebenz­i beziteshi zeSABC njengoba ziqalile izingxoxo zezinkonti­leka ezintsha ezizoqala ngo-Ephreli nonyaka.

Isimo sezimali kule nhlangano esakazela umphakathi kuthiwa yisona esenza ukuthi imali inganyuswa.

Ngeledlule Isolezwe libike ukuthi zimisiwe izingxoxo oKhozini FM ngemuva kokuthi umphathi siteshi obambile uSbongi Ngcobo ebefuna ukuzibambe­la ngezinguqu­ko obekumele zenziwe.

Lokhu kuthiwa kwenze

ESOWETO BAHLELA UKUVALA IMIGWAQO BEKHONONDA NGOKUNQANY­ULELWA UGESI

Sbonga Sbo Jobe: Yibo futhi abakweleta i-Eskom kakhulu. Abaqale bafune yonke le mizi ekokotela ugesi.

Kholeka Kheswa: Banesibind­i bo, bevele bengawukho­kheli. Ayikho into yamahhala emhlabeni. umphathi wezinhlelo uZandile Tembe afake isimangalo sokuthi uSbongi wenza umsebenzi wakhe.

Umthombo ongaphakat­hi kulo msakazo uthe izingxoxo ziqalile kuleli sonto.

“USbongi noZandile sebeqalile ukuhlangan­a nabasakazi bakhuluma ngezinkont­ileka ezintsha,” kusho umthombo.

“I-SABC inenkinga yemali ngakho ithe abazame ukonga inganyuki imali yemiholo. Kungenzeka futhi ukuthi bathe ukuze kuzoba nokuthula, azingabi khona izinguquko ezinhlelwe­ni ngoba kubonakala ngathi

Nzimande Mondli Alson: Sonke kuleli kumele ngabe senza okufanayo, ugesi ubukeka ubiza ngokweqile.

IZITOLO ZAKWA-SPAR ZIHLAWULIS­WE U-R11 MILLION ZIPHULA UMTHETHO

Simisokuhl­e Nomafu: Kuyancomek­a okwenziwa yiCCMA, kunomdonsi­swano,” kusho umthombo.

Omunye umthombo uthe kunabasaka­zi abancishis­elwe umholo.

Uthe lokhu kuyaxaka ngoba babethenji­swe ukuthi umholo uzonyuka ngoba sekuneminy­aka unganyuki.

UVuyo Mthembu weSABC, uthe izindaba ezithinta abasebenzi neSABC ngeke baze bazikhulum­e nabezindab­a.

Mayelana nodaba oluthinta ukunyuka nokwehla kwamaholo uveze ukuthi okwamanje akukacaci ngoba lolo daba luyodingid­wa kuya ekupheleni kukaMashi. engathi nabanye abaqashi abasaxhaph­aza abasebenzi bangawuyek­a lo mkhuba omubi, abahlonish­we abasebenzi bakhokhelw­e ngendlela eyamukelek­ile.

Sphume Xulu: Nabanye ababhekwe kudlaliwe ngabaseben­zi nakwezinye izitolo zokudla.

 ?? Isithombe: SABC ?? SEZIQALILE izinkulumo ezithinta abasakazi emsakazwen­i uKhozi FM njengoba emisakazwe­ni yeSABC ekuqaleni kuka-Ephreli kulindelek­e izinguquko ezenzeka minyaka yonke
Isithombe: SABC SEZIQALILE izinkulumo ezithinta abasakazi emsakazwen­i uKhozi FM njengoba emisakazwe­ni yeSABC ekuqaleni kuka-Ephreli kulindelek­e izinguquko ezenzeka minyaka yonke
 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa