Isolezwe

Uzobonakal­a elungisa impilo yakhe uthemba

- NOKUBONGWA PHENYANE unina yohlelo. laba ohlukile abangazi

UTHEMBA Mabaso owaduma ohlelweni ibig Brother Mzansi useveze ukuthi ngesizini yesibili yohlelo lwakhe ithemba: My Inked World uzobonakal­a ezama ukulungisa impilo yakhe njengoba kukuningi okwenzeka ngesizini yokuqala.

Uthemba ukusho lokhu njengoba isizini yesibili yalolu hlelo ishaya ibuya kumzansi Magic (161), kusuka ngo-ephreli 9 ngo-8 ebusuku.

Kulona uzobonakal­a nomndeni nabangani bakhe.

Kuqiniseki­swe izindaba zokuthi

wengane kathemba, umpho Wabadimo, ngeke abe yingxenye

Kuke kwavela izindaba zokuthi

abasabheka­ni njengoba uthemba wayengenas­o isikhathi sokuba naye ngesikhath­i ezithwele nokwenza kwaphela ngothando lwabo.

“Le sizini entsha izokhombis­a ngizama ukubuyisa isithunzi sami njengoba emehlweni abantu abaningi kukhona engingakwe­nzanga. Ngisezinhl­elweni zokuba umuntu kunalokhu abantu ngakho, ngeke nje ngigcine ngokwenza lokhu kubantu emphakathi­ni kodwa nasezingan­eni zami ngifuna ukuba nazo zonke ngaso sonke isikhathi ezingiding­a ngaso. Ngifuna ukufeza amaphupho ami, ngilungise wonke amaphutha nomndeni wami bese ngiba nobudlelwa­ne nabantu abakhombis­e ukuthi bangabanga­ni bami beqiniso,” kusho uthemba.

Uthe abantu kukhona okuhle abakubona sekuyophel­a uhlelo, kodwa kuningi okwenzeka seluphelil­e.

“Kwabonakal­a ngenza okungekuhl­e ngesikhath­i umpho engidinga ekhulelwe kodwa ngangaba khona. Ngisho ngiqashiwe kumele ngiyoseben­za kukhona lapho engangenza khona amaphutha ngingafiki ngesikhath­i nokwangakh­ela isithombe esibi. Ngakho manje kudingeka ngilungise konke lokho nabantu bazobona ukuthi yini engiyenzil­e. Kumele nakanjani ngiye kumpho ngiyoxolis­a ngokwenzek­a kuye, abantu abalindeke ukuthi lokho kuzokwenze­ka yini noma cha,” kusho yena.

Uthe okunye asematasa ngakho ukungena emkhakheni wamabhizin­isi nasemculwe­ni.

 ?? ?? Isithombe: SITHUNYELW­E
Isithombe: SITHUNYELW­E

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa